Créditos

ARTISTAS INTÉRPRETES
Khuzani
Khuzani
Intérprete
Khuzani Mkhize
Khuzani Mkhize
Canto
COMPOSICIÓN Y LETRA
Nkosikhona Mpungose
Nkosikhona Mpungose
Composición
PRODUCCIÓN E INGENIERÍA
Shobeni Khuzwayo
Shobeni Khuzwayo
Producción

Letra

[Verse 1]
Oh, kade mina ngishay'abantu
Ngi-win-a nezindondo
Mang'qhamuka bayakhala abantu
Bashay' amavuvuzela
[Verse 2]
Oh, kade mina ngigxob'abantu
Ngi-win-a nezindondo
Mang'qhamuka bayakhala abantu
Bashay'amavuvuzela
[Verse 3]
Oh, kade ngigxob'abantu
Ngi-win-a nemincintshiswano
Bayakhala abantu bami
Bashay'amavuvuzela
[Verse 4]
Phela mina ngiyinkunzi ku lo-show
Awu, futhi ngiyi-bozza kulomculo wami
Phela mina ngiyinkosi kulomculo
Ngiyingqongqo kulomculo
Phela ngiyinkunzi ku lengoma yami
Bashay'amavuvuzela
[Verse 5]
Ngiyingqongqo kulomculo
Awu, mina ngiyinkunzi ku lomculo
Awu, futhi ngiyan'hlula ngalomculo wami
[Verse 6]
Uma ngingasuka ngishone lena, ngiphinde ngishone le
Ubani oyothi cha uma abalandeli sebevumile?
Ma ngingasuka ngishone lena, ngiphinde ngishaye le
Ubani oyothi cha uma abalandeli sebevumile?
Uma ngingasuka ngishaye la, ngiphinde ngishaye lena
Ubani oyothi cha uma abalandeli sebevumile?
[Verse 7]
Ngoba izw'elika Khuba
Izw'elika Khuba
Izw'elika Khuba
Izw'elika Khuba
[Verse 8]
Ngoba izw'elika Khuba
Izw'elika Khuba
Oh, Izw'elika Khuba
Izw'elika Khuba
[Verse 9]
Ngoba izw'elika Khuba
Izw'elika Khuba
Ubani oyothi cha
Uma abalandeli sebevumile?
[Verse 10]
Ngoba izw'elika Khuba
Izw'elika Khuba
Ubani oyothi cha
Um'abalandeli sebevumile?
[Verse 11]
(Elika Khuba, Izwe, izwe)
(Elika Khuba, Izw'elika Khuba)
(Elika Khuba)
(Izwe, izwe)
(Elika Khuba, Izw'elika Khuba)
[Verse 12]
(Elika Khuba)
(Izwe, izwe)
(Elika Khuba, Izw'elika Khuba)
(Elika Khuba, izwe, izwe)
(Elika Khuba, Izw'elika Khuba)
[Outro]
(Elika Khuba, izwe, izwe)
(Elika Khuba, Izw'elika Khuba)
(Elika Khuba, izwe, izwe)
(Elika Khuba, Izw'elika Khuba)
Written by: Nkosikhona Mpungose
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...