Créditos

ARTISTAS INTÉRPRETES
Simmy
Simmy
Intérprete
Mthunzi
Mthunzi
Intérprete
COMPOSICIÓN Y LETRA
Simphiwe M. Nhlangulela
Simphiwe M. Nhlangulela
Composición
Sanele Sithole
Sanele Sithole
Composición
Mpho Mohlong
Mpho Mohlong
Composición
Njabulo M
Njabulo M
Composición
Ndimande
Ndimande
Composición
PRODUCCIÓN E INGENIERÍA
Sanele Sithole
Sanele Sithole
Producción

Letra

Stimela sihamba nam' ekuseni, haibo
Ngizoba ngowo kuqala ngiyodlula nomushayeli, eshe eh
Mang'bon' ubthongo buzofika
Mang'bon' ngizwa kuthi qothu qothu
Hai khona mang'bon' ukuthi uzofika
Eshe mang'bon' ngizwa kuthi qothu qothu, weh
Ukusa kuyobonwa ngimi
Hai mina ngiyobona u-Lovey
Uthe ngimphathel' amasweedi yeah
Hai ingabe kuyosa nini
Haibo ukusa kuyobonwa ngimi
Hai mina ngiyobona ulovey, yeah-yeah
Hai uthe ngim' phathele amasweedi, yeah
Haibo ingabe kuyosa nini, ye le le
(Ngiyahamba, ngiswel' ukuthi basibonile isthandwa sami
Ngiyahamba, ngiswel' ukuthi basibonile isthandwa sami
Ngiswel' ukuthi basibonile isthandwa sami
Ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami
Ngiyahamba, ngiswel' ukuthi basibonile isthandwa sami)
Bombela, wenyuka Bombela
Phela kusasekuseni
Indlela ibheke lena ngiyobona umuntu wami
Mang'bona ubuthongo buzofika
Mang'bon' ngizwa kuthi qothu qothu
Mang'bon' ukuthi uzofika
Mang'bon' ngizwa kuthi qothu qothu
Ukusa kuyobonwa ngimi
Mina ngiyobona u-Lovey
Uthe uzong'phathela isweedi
Kanti kuyosa nini
Ukusa kuyobonwa ngimi
Mina ngiyobon' ulovey
Uthe uzongiphathele usweedi
Ngabe kuyosa nini
(Ngiyahamba, ngiswel' ukuthi basibonile isthandwa sami)
Basibonile isthandwa sami
(Ngiyahamba)
Ngiyahamba mna
(Ngiswel' ukuthi basibonile isthandwa sami)
Hai ngiyahamba mna
(Ngiswel' ukuthi basibonile isthandwa sami)
Basibonile isthandwa sami
(Ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami)
Hey ngiyahamba mna
(Ngiyahamba)
Ngiyahamba mna
(Ngiswel' ukuthi basibonile isthandwa sami)
Thola libunene naye, thola libunene naye
Thola libunene naye, thola libunene naye
Thola libunene naye, thola libunene naye
Thola libunene naye, thola libunene naye
Written by: Mpho Mohlong, Ndimande, Njabulo M, Sanele Sithole, Simphiwe M. Nhlangulela
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...