Créditos
ARTISTAS INTÉRPRETES
Shwi no Mtekhala
Canto
COMPOSICIÓN Y LETRA
Mandla Xaba
Composición
Zwelenduna Magubane
Composición
Khethonjani Dludla
Composición
PRODUCCIÓN E INGENIERÍA
Shwi no Mtekhala
Producción
Letra
Sibusisiw' isisu salo mama
Njengoba ning'bona nginjena
Ngalethwa nguye
Ngiyakubonga mama wami
Sibusisiw' isisu salo mama
Njengoba ning'bona nginjena
Ngalethwa nguye
Ngiyakubonga mama wami
Sibusisiw' isisu salo mama
Njengoba ning'bona nginjena
Ngalethwa nguye
Ngiyakubonga mama wami
Nobaba beth' abazalayo
Awu nabo siyababonga
Nomama beth' abazalayo
Izembatho zamakhosi lezi
Nobaba beth' abazalayo
Awu nabo siyababonga
Nomama beth' abazalayo
Izembatho zamakhosi lezi
Sibusisiw' isisu salo mama
Njengoba ning'bona nginjena
Ngalethwa nguye
Ngiyakubonga mama wami
Wang'khulis' umama
Wang'khulis' uma lo
Wang'zalel' emaweni
Emahlaba kwakungekho nj' is'bhedlela
Wang'khulis' umama
Wang'khulis' uma lo
Wang'zalel' emaweni
Emahlaba kwakungekho nj' is'bhedlela
Wang'khulis' umama
Wang'khulis' uma lo
Wang'zalel' emaweni
Emahlaba kwakungekho nj' is'bhedlela
Nomkhulu baze balala
Bek'ngekho intuthuko
Nathi siyaguga namhlanje
Oh, shukuthi soshiya kunjenje
Nobaba baze bafa
Bek'ngekho intuthuko
Nathi siyaguga namhlanje
Oh, shukuthi soshiya kunjenjenje
Awu bheke nohumeni
Usesibukela phansi
Awu bhek' izwe ninjani
Yee mani senzeni
Wang'khulis' umama
Wang'khulis' uma lo
Wang'zalel' emaweni
Emahlaba kwakungekho nj' is'bhedlela
Wang'khulis' umama
Wang'khulis' uma lo
Wang'zalel' emaweni
Emahlaba kwakungekho nj' is'bhedlela
Wang'khulis' umama
Wang'khulis' uma lo
Wang'zalel' emaweni
Emahlaba
Written by: Khethonjani Dludla, Mandla Xaba, Zwelenduna Magubane

