Video musical

Joyous Celebration - Kuligugu Kimi (Live at CityHill Church, Durban 2014)
Mira el video musical de {trackName} de {artistName}

Créditos

PERFORMING ARTISTS
Joyous Celebration
Joyous Celebration
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Lindelani Mkhize
Lindelani Mkhize
Lyrics
Siyanqoba Mthethwa
Siyanqoba Mthethwa
Arranger

Letra

Kuligugu kimina njalo Ukwaz' ukuthi nginomhlobo Ongek' angishiy' um' izinsuku zinzima Ohlal' ekhona uma ngimdinga ngempela Umhlobo onguJesu Umhlobo onguJesu Kuligugu kimina njalo Ukwaz' ukuthi nginomhlobo Ongek' angishiy' umizinsuku zinzima Ohlal' ekhona uma ngimdinga ngempela Umhlobo onguJesu Umhlobo onguJesu Umhlobo onguJesu Umhlobo onguJesu Jesu ungumhlobo wangempela Lapho abantu bengijikela Izivunguvungu zizinhlangothi zonke Lapho izitha zibhodla okwengenyama Ziqond' ukungigwinya Uthembisile Jesu uyohlal' unami (Uyohlal' unami njalo nje) Uthembisile Jesu wena uyohlal' unami (Uyohlal' unami njalo njeunami njalo nje) Umhlobo onguJesu (Umhlobo onguJesu) akekh' ofana nawe Umhlobo onguJesu umhlobo onamandla (Umhlobo onguJesu) umhlobo olungile umhlobo othembekile Oh umhlobo onguJesu (umhlobo onguJesu) angek' angishiye Angek' akulahle, angek' akuyeke yena (umhlobo onguJesu) Hallelujah Uphi umhlobo onjengaye? Akajiki uhlal' ekhona Uthembekile unothando lwaphakade Thando lwakhe lujulile lubanzi! Uthembisile Jesu Uthembisile Jesu uyohlal' (Uyohlal' unami njalo njeunami njalo nje) Uthembi- uthembsile Jesu uyohlal' nami (Uyohlal' unami njalo njeunami njalo nje) Ungumhlobo (umhlobo onguJesu) ungumhlobo OnguJesu ngek' akushiye, (umhlobo onguJesu) ngek' akulahle Ngithetha ngomhlob' onguJesu (umhlobo onguJesu) wethembekile Unothando umhlobo (umhlobo onguJesu) Umhlobo onguJesu (umhlobo onguJesu) umhlobo onamandla Yena njalo uyohlala nawe njalo (umhlobo onguJesu) angeke akushiye uJesu Umhlobo onamandla (umhlobo onguJesu) angekushiye Angek' akulahle, angek' akuyeke Yen' uJesu (umhlobo onguJesu) oh yeah hallelulujah Uyohlala, uyohlala (uyohlala unami njalo nje) Uyohlala nami njalo nje (uyohlala unami njalo nje) oh uyohlala nami Uyohlala nami uyohlala nami (uyohlala unami njalo nje) uyohlala nami Uyohlala nawe (uyohlala unami njalo nje)angek' angishiye Uyohlala Jesu (uyohlala unami njalo nje) hallelujah Uyohlala nami uyohlala nami (uyohlala unami njalo nje) uyohlala nawe Uyohlala nami (uyohlala unami njalo nje) uyohlala nami Hallelujah (njalo nje) uyohlala nami, oh What a friend we have in Jesus (Uyohlala unami njalo nje) hallelujah the friend we have in Jesus UJesu wenz' ebhekile (hallelujah Jesu) (uyohlala unami njalo nje) Uthembekile wena, (hlala nami) angek' ungiyeke (hlala nawe) Hlala nami hallelujah (uyohlala unami njalo nje!)
Writer(s): Siyanqoba Mthethwa, Lindelani Mkhize Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out