Créditos
ARTISTAS INTÉRPRETES
Izingane Zoma
Intérprete
COMPOSICIÓN Y LETRA
Shobeni Zwelabantu Mayise
Autoría
Letra
[Intro]
Mina ngasuk'ekhaya ngithi ngizogana
Kanti ngizogana isifebe sendoda
Ak'shiwo lokho, ang'kaze ngizwe kuthiw'indod' isifebe
Indod'enjani ebuy'ingalali ekhaya
Mina ngagan' isifebe sendoda
Ngiyak'khuza, akushiwo lokho indoda yisoka
[Verse 1]

Mina ngagan' is'febe sendoda
Ngiyak'khuza, akushiwo lokho indoda yisoka
[Verse 2]
Kufanele ngithini ngob' awusalali la endlini
Ma usuka kini, awuzang' usuke ngob' uzosiz' isishimane
Wagcina nin' ukung'khulumisa uhamb'ungabuyi la ekhaya
Ma siqal' ukuthandana kwase kukhon' abany' eng'thandana nabo
[Verse 3]

[Verse 4]
Mina ngasuk'ekhaya ngithi ngizogana
Kanti ngizogana isifebe sendoda
Ak'shiwo lokho, ang'kaze ngizwe kuthiw'indod' isifebe
Indod'enjani ebuy'ingalali ekhaya
Mina ngagan' isifebe sendoda
Ngiyak'khuza, akushiwo lokho indoda yisoka
[Verse 5]
Mina ngasuk'ekhaya ngithi ngizogana
Kanti ngizogana isifebe sendoda
Ak'shiwo lokho, ang'kaze ngizwe kuthiw'indod' isifebe
Indod'enjani ebuy'ingalali ekhaya
Mina ngagan' is'febe sendoda
Ngiyak'khuza, akushiwo lokho indoda yisoka
[Verse 6]

[Outro]
Kufanele ngithini ngob' awusalali la endlini
Ma usuka kini, awuzang' usuke ngob' uzosiz' isishimane
Wagcina nin' ukung'khulumisa uhamb'ungabuyi la ekhaya
Ma siqal' ukuthandana kwase kukhon' abany' eng'thandana nabo
Kufanele ngithini ngob' awusalali la endlini
Written by: Shobeni Zwelabantu Mayise