Letra

Ngiyazi vele ngale track, ngisazovithiza iy'maku Le, insizwayangampela, egadla ivike nge hawu Ngik' ringele i-hour, nge peaktime, ngibhidlize iminyango Awungidonsele i-wheelchair, before ngiba khiphele unyawo Ngibagebhela emnyango, ngigade lo, ozoringa mangilthipha Cause la, kuzokhoka i-caller, butforgetama-drink Ingomayami angisayi rap, ngiyinika u-Linda Sibiya Ayidingi ama-hoover, uzoyizwa kwi-motivational speaker Bathi i-dollarlilahlekile ngibathungela ama-pant I-verse lami lakha i-packetngathi ngithenge i-sherbet Ngi-patient, ngithatha i-shine ngishiye ixhwele nesi khwele Noma ngik'khonfuza njengokubona i-boxing ring eyiskwele Mangispitha abahlehle, ngibazwile bathi angeke ngibe grand Bangamumela kanjani u-Zakwe imilenze beyishiye e-Tech Ngibaphezulela iy'ngxazu, babheke basele nge-shirt Bancenga amablukwe bonke laba abama baggypant Bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona Babhampisa amakhanda kodwa makudlala le-ngoma Bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona Shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona Bangizwa nge-bhesi, ngibhampa njenge sponge esine base Ngi-control i-bass, kwi beat, ngi-ghev nge chase Bamela eceleni, ngiphele endleleni ngidedele i-pace A bit suprising njengokubona isangoma esibhula i-skeyf Eh hhe, kanti zithini la, nabhida mangifika Ah wena uyangidina, ngizoyiyeka i-rap mawufika keleli zinga Mangiqeda ngiyahlina, ngibala i-dollarngiziba ey'nokuqina Lezi ey'dinga ama-touch ups, ngathi zizama ukuthinta mina Anisoze nangifica, siza batshele ntwana kuzobhodwa Mawufuna ukusinda kule flow, khwela umkhumbi ka Noah I'll blow you away, anytime, i-weightyakho ayibonwa Angidingi izandla, unjenge parashoot, umova ngomoya Basuka ngyahlofa, ngirula abolova kunyanye i-crewyonke Just because I lead, sebengibiza ngey'nkophe Never bangi stop, ngeke banginqobe laba ababhobhe I aint digging your shit, that's why ngingeke nginikope Bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona Babhampisa amakhanda kodwa makudlala le-ngoma Bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona Shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona Bafuna ukungiphendula isibuko son, bangizela ngobuso Bazwe ngiringa ngama punch, sebengikhiphela isifutho Mawubona ngigib'sele i-carvela, ngisuke ngenza ngelbomu Ukuthi ngihlale ngicupha iy'khala ngingaphathanga ama-bomb Leyentwana angiy'boni, makungena zona ngidlulisa itack Sibasusa amabhadu, bahlulwe ukuhamba kuvuleke i-gab Sibambe inkunziyama kepisi, sobenza ba-hand i-cap How can you jump to conclusion uhamba nge-wheelchair?
Writer(s): Ntokozo Zakwe, Senzo Luxolo Mkhombe Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out