Paroles

Thula mntwana Mus' ukukhala Thando lwami, olwakho Thula sana Sho Skuva... Baby Enzo, Ubaba akafun' ukukshayel umthetho, Kodwa njengo mzali, kmele ngiktshelile lento, Ukuz' ukwazi ukwenzo kuhle namaphuth' uzowagwema, Ngfun ufunde ukwenz izinto ngamandlakho not ukcela, Ugad' abafana ngemali abazam' ukukuheha Bafika begqok iskhumba semvu baby mabekshela, Once waqala wamqoma maseqal' eseyakhetha Mas' eqale eyakjikela Akaze akuthande ubekuhalela... shit!!!, Iskole sibalulekile ngcel usenz' ithemba Ukuze ingqondo izovuleka, iksasa lakho ungazakhela... Please!!!, Ungangphoxi uqhub' isisu usasemncane Lokho kunga mdumaza uBaba Maybe agcine akbek' isandla... eish!!!, Enzokuhle kjabul' uBaba no Mama sisi... Thula mntwana Mus' ukukhala Thando lwami, olwakho Thula sana Sho Skuva Ungalimizwa ifashion, injabulo aytholwa k'phela eClubin, And ugweme ama "free drinks" Iwona angak'donsela obishini, Ophuz' imali yakhe ufun uvuke naye eBedin, Than ksasa eksen akugay iTwin akfak eTaxin, Lalela uBaba maybe lamazwi kuwe ayi blessing, Ngoba angfun ksasa udlal oSbusiso no blessing, Abanathando bafuna lokhu okufihlil' ephentini, And bayanyamalala mase bekmithisile, Ilife imile oklandelayo isgel' ususishiyile, Akukho okunye usuno mntwana kmel' alale adlile, Awsena choice ugcin' uthol umsebenz' ongasile, Baby Enzo, ngcel' uBaba umenz' ajabul' inhliziyo, Sino Mama sok'khulisa ngendlela nange nhlonipho, UBaba lo, Ihope le ngoma kuwe baby ifikile, Thula mntwana Mus' ukukhala Thando lwami, olwakho Thula sana
Writer(s): Dlamini Thulasizwe, Mbambo Siphamandla Duncan, Sikobi Nkosingiphile Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out