album cover
Home (feat. Sjava)
35 625
Afro pop
Home (feat. Sjava) est sorti le 29 octobre 2021 par Nkabi Records dans le cadre de l'album Home (feat. Sjava) - Single
album cover
Date de sortie29 octobre 2021
LabelNkabi Records
Qualité mélodique
Acoustique
Valence
Dansabilité
Énergie
BPM144

Crédits

INTERPRÉTATION
Lwah Ndlunkulu
Lwah Ndlunkulu
Interprète
COMPOSITION ET PAROLES
Celani Malinga
Celani Malinga
Composition
Lwandile Mtshali
Lwandile Mtshali
Paroles
Jabulani Hadebe
Jabulani Hadebe
Paroles

Paroles

Mina ngifuna ukugoduka, ngibuyel'ekhaya
Ngiyocela ushwele kumama nobaba, ngoba kudala ngemuka
Home, home, home (Shwele baba nomama)
Home, home, home (Shwele baba nomama)
Mina ngifuna ukugoduka (Shwele baba nomama), ngibuyel'ekhaya
Ngiyocela ushwele kumama nobaba, ngoba kudala ngemuka
Home, home, home (Shwele baba nomama)
Home, home, home (Shwele baba nomama)
Mehlo madala, ntombi endala (Shwele baba nomama)
Ngabe likhalile iqhude langi bikela
Dons'iskhumba ngani yami ngikutshele
Inkuku laykhaya sezaqedwa ukrele
Kwacwebisa iziba kwajika kwathula kanjalo
Ngicela ushwele umalo
Laykhaya ngahanjiswa indlala
Ngithi ngiyofuna impilo encono ah
Wakhuza umhlola ubaba wathi "Hay'bo"
(Shwele baba nomama)
(Shwele baba nomama)
(Shwele baba nomama)
Ekhaya kunje kuthandwa mina
Home, home, home (Shwele baba nomama)
Home, home, home (Shwele baba nomama)
Mina ngifuna ukugoduka (Shwele baba nomama), ngibuyel'ekhaya
Ngiyocela ushwele kumama nobaba, ngoba kudala ngemuka
Ukuqala kokuhlakanipha ukubona iphutha lakho ucele ushwele
Konke kuqala lapho, kuvele kukhanye
Aw' mina ngiphuphe umama ebusuku ekhala enkosini ethi imisize (Ukhala ngani wemama?)
"Iphupho lami ukubona umntanami ebuyekhaya ngimcelele ushwele emsami"
Aw' mina ngiphuphe umama ebusuku ekhala enkosini ethi imisize (Ukhala ngani wemama?)
"Iphupho lami ukubona umntanami ebuyekhaya ngimcelele ushwele emsami"
Skhulekile
Skhulekile emasangweni siyakhuleka
Skhulekile
Khonizothola lomuzi nagcina nazile ukuzolobola
Saz'ukuthi laykhaya kwaxinye lengane (Cela nimxolele)
Mhlampe nanibheka aniziqhenyi ngayo lengane
Kodwa kuseyingane (Kuseyingane)
Cela nimxolele naye useyingane (Seyingane)
Kodw'engikwaziyo
Beyozam'impilo (Bengiyozam'impilo)
Kwamel'awondle ezamela wona lomndeni
Home, home, home (Shwele baba nomama)
Home, home, home (Shwele baba nomama)
Mina ngifuna ukugoduka (Shwele baba nomama), ngibuyel'ekhaya
Ngiyocela ushwele kumama nobaba, ngoba kudala ngemuka (Aw' kudala, aw kudala)
Kudala ngamuka
Home, home, home
Home, home, home
Home, home, home
Home, home, home
(Welele, welele)
Aw' giya mntanami, giya (Ishu)
Aw' giya mntanami, giya (Ishu)
Aw' giya mntanami, giya (Ishu)
Aw' giya mntanami, giya (Ishu)
Aw' giya mntanami, giya (Ishu)
Aw' giya mntanami, giya (Ishu)
Aw' giya mntanami, giya (Ishu)
Aw' giya mntanami, giya (Ishu)
Home, home, home (Shwele baba nomama)
Home, home, home (Shwele baba nomama)
Mina ngifuna ukugoduka (Shwele baba nomama), ngibuyel'ekhaya
Ngiyocela ushwele kumama nobaba, ngoba kudala ngemuka
(Home)
Written by: Cam Bluff, Celani Malinga, Jabulani Hadebe, Jabulani Tsambo, Lwandile Mtshali, R. De Vaughn
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...