Paroles

Ngiyabonga baba Ohh ngiyabonga Ngibong' umusa, umusa kaJeso Kube yena wayengekho Ngabe angikho langikhona Ngibong' ukuthandwa Ukuthandwa nguwe Jeso Kube wena wawunge, ngabe angikho langikhona Kube wena wawungekho baba Ngabe impilo yami yaba sebunzimeni Baba ngiyabonga, baba ngibonga uthando lwakho Ngiyabonga ngomusa wakho,(baba) Ngabe angikho langikhona Baba ngibong' umusa wakho, hha ngab' angikho langikhona Baba ngiyabonga weh,(oh ngiyabonga! ngobusaba khona) Ngabe angikho langikhona Baba ngiyabonga weh (Oh ngiyabonga! ngobusaba khona) ngibonge baba ukthandwa wuwe Jesu Baba wekh' eningini-ke baba Ohh baba ngab' angikho lang'khona! Ngiyabonga Nkosi yami (oh ngiyabonga ngob' usabakhona) Ohh oh ngab' angikho langikhona Baba ngiyabonga uthando lwakho (Oh hho hho ngiyabonga, ngibong' uthandwa wuwe Ngiyabonga ngob' usaba khona) Kube wena wawungekho ngab' angikho lang' khona (Ngab' angikho lang' khona) Ngibhekwe wuwe Nkosi yami Yeah yii (Oh ngi-yabonga!) Ngiyabonga ngob' usabakhona Oh wena baba ngiyabonga Oh hho hho ngab' angikho lang'khona Ngiyabonga kuwe Somandla (Oh ngiya bonga ngob' usaba khona) Baba ngaba awzange ubekhona empilweni yami Ngabazange ngibe nje, (ngab' angikho lang'khona) Ngibong' umusa, ngibong' umusa baba (Ngilapha ng'khona namhlanje kungo musa) Baba kungethanda kwakho (ngab' angikho lang'khona) Baba ngiyabonga (baba ngiyabonga) ngiyabonga baba Ngob' usaba khona, ngaba' angkhokho lang'khona Baba ngiyabonga uthando lwando, (ngiyabonga ngomusa wakho) (Oh ngab' angikho lang' khona) (Ngiyabonga ngomusa wakho) Baba ngab' angikho langikhona Ngab' ak'zange k'fike lokho kukhona baba Ngik'nikeza udumo, ngiyabonga Nkosi Jesu Nguwe wedwa onamandla, okwenza nje Oh baba ngab' angikho la ngikhona
Writer(s): Ronnie Ncwane Sfiso Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out