Paroles

Ugcob' ikhanda lami Ngamafutha kaMoya Indebe yami Ichichima izibusiso Yen' ugcob' ikhanda lami ekuseni Ngamafutha kaMoya Indebe yami Ichichima izibusiso Ugcob' ikhanda lami (ugcob' ikhanda lami) Ngamafutha kaMoya (ngamafutha kaMoya) Indebe yami (indebe yami ichichima izibusiso) Ugcob' ikhanda lami ekseni bo (ugcob' ikhanda lami) Aligcobe emini abantu bebuka (ngamafutha kaMoya) Aphinde aligcobe ebsuku (indebe yami, ichichima izibusiso) Ugcob' ikhanda lami (ugcob' ikhanda lami) Ngamafutha kaMoya (ngamafutha kaMoya) Indebe yami (indebe yami ichichima izibusiso) Sekuyabonelelwa Sekuyabonelelwa Ngisho entabeni kaSmakade Kuyabonelelwa Kuyabonelelwa Sekuyabonelelwa Sekuyabonelelwa Ngisho entabeni, ngisho entabeni, ngisho entabeni Kuyabonelelwa (kuyabonelelwa) Sekuyabonelelwa (kuyabonelelwa) Sengisho entabeni (entabeni ka somandla kuyabonelelwa) Kuyabonelelwa (kuyabonelelwa) Sekuyabonelelwa (kuyabonelelwa) Sengisho entabeni (entabeni ka somandla kuyabonelelwa) Sekuyabonelelwa (kuyabonelelwa) Sekuyabonelelwa (kuyabonelelwa) Sengisho entabeni (entabeni ka somandla kuyabonelelwa) Kuyabonelelwa (kuyabonelelwa) Sekuyabonelelwa (kuyabonelelwa) Sengisho entabeni (entabeni ka somandla kuyabonelelwa) Sekuyabonelelwa (kuyabonelelwa) Sekuyabonelelwa (kuyabonelelwa) Aw Nkosi (entabeni ka somandla kuyabonelelwa) Ugcob' ikhanda lami (ugcob' ikhanda lami) Ngamafutha kaMoya (ngamafutha kaMoya) Indebe yami (indebe yami Ichichima izibusiso) Sekuyabonelelwa (kuyabonelelwa) Kuyabonelelwa (kuyabonelelwa) Entabeni (entabeni ka somandla kuyabonelelwa) Sengisho entabeni (entabeni ka somandla kuyabonelelwa) Sengisho entabeni (entabeni ka somandla kuyabonelelwa) Sengizohlala entabeni (entabeni kamoya kuabonelelwa) Mina sengizohlala entabeni (entabeni kamoya kuabonelelwa) Sengizohlala (entabeni ka somandla kuyabonelelwa) Sengisho entabeni (entabeni ka somandla kuyabonelelwa) Sengisho entabeni (entabeni ka somandla kuyabonelelwa)
Writer(s): Xolani Mdlalose Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out