Titres les plus populaires de Kelly Khumalo
Titres similaires
Crédits
INTERPRÉTATION
Kelly Khumalo
Chant
Zakwe
Chant
Mthunzi
Chant
COMPOSITION ET PAROLES
Kelly Khumalo
Paroles/Composition
Zakwe
Paroles/Composition
Mondli Ngcobo
Paroles/Composition
Njabulo Mthunzi Ndimande
Paroles/Composition
PRODUCTION ET INGÉNIERIE
Mondli Ngcobo
Production
Paroles
Ngeke ngiyeke ukuphila impilo yami
Ngoba ngisab' ukuthi abantu bazokhuluma
Ngeke ngiyeke ukukhuluma inqondo yami
Ngoba ngisab' ukuthi abantu bazokhuluma
Makhelwane ungayi ngeni
Bakhuluma ngawe ngoba bayazi ubiziwe
Weh mgani ungayi ngeni
Ngoba bakhuluma nawe ngoba bayazi ubiziwe
(Haibo)
(Noma ungathula)
(Kodwa abantu bazokhuluma)
Uthando lwangempela kunzima ukulibona
Intliziyo enginayo bayibiza ngomona
Ubukhazi khazi bam ngiyanizwa ningincoma
Kepha angazi nam maybe abanye bafisa ukulibona
Baningi abami nam bangifisela ukufa
Baningi abaphika nami befuna ukufunywa
Mangiqala ngisiza abanye bathi ngithanda ukubukwa
Soqcine siphelela abantu masitshala abafuna ukuvunwa
Mangsakwazi ukujabulis' intliziyo
Angsakwazi ukwenza izinto eziyenza umphakathi uphile
Ang'sakwazi nje ukuhlonipha impilo
Okomhlaba thina angeke sikujike thina sphile...
Bazokhuluma
Bazokhuluma
Eh bazokhuluma
Ngoba abantu bazokhuluma
Umuntu ngeke umenzele lutho
Oksalayo uzokhuluma kabuhlungu
Maye sehlangene noguluva bakhe
Bangawu limaza bawucede umphefumulo abantu
Ngenxa yama ganyana abawasho kuwe
Kuwe
Umuntu ngeke umenzele lutho
Oksalayo uzokhuluma kabuhlungu
Maye sehlangene noguluva bakhe
Bangawu limaza bawucede umphefumulo abantu
Ngenxa yama ganyana abawasho kuwe
Kuwe
Awu bazokhuluma, Bazokhuluma (Bazokhuluma bazokhuluma)
Khuluma khulumakhuluma weh
(Hai abantu bazokhuluma)
Bazokhuluma (Bazokhuluma)
Bazokhuluma (Bazokhuluma)
Bazokhuluma (Bazokhuluma weh)
Hai abantu bazokhuluma
Noma abantu banga vala umyango o wodwa
Mdali uzovula omunye
Ongavalekiyo
Abantu bomhlaba ababeyincele
Kodwa ongabonayo uyasiwelisa ngobuncwele
Noma ungathula wena
(Kodwa abantu bazokhuluma) Kodwa abantu bazokhuluma
(Haibo) Haibo
(Noma ungakhuluma) Noma ungakhuluma weh
(Kodwa abantu bazokhuluma) Awu bona bazokhuluma
(Bazokhuluma bazokhuluma) Bazo khuluma, Bona bazo khuluma
Hai abantu bazokhuluma
Bazokhuluma (Bazokhuluma)
Bazokhuluma (Bazokhuluma)
Ao bazokhuluma yeeh
Hai abantu bazokhuluma
Writer(s): Kelly Khumalo, Mondli Ngcobo, Mthunzi Ndimande, Ntokozo Zakwe
Lyrics powered by www.musixmatch.com