गाने

We mnewethu woza ngikuxoxel indaba Noma ngaz ukuthi lendaba awuyibuzanga Uyabona yin ukuthi le ndab isizoxabanisa abantu Ngikhathele mina ukuthula ngawe Abanakwethu sebeganile mina ngphelel ekhaya Nodadewethu bayangihleka bayangkolodela (hayi soka lami) x4 We soka lami musa ukudlala ngami Ngikhathele mina ukuthula ngawe We soka lami aw mus ukudlala ngami Ngikhathele mina ukuthula ngawe Wath uzozishaya zonke ow mina nghlale ngilindile We soka lami we sthandwa sami musa ukudlala ngami Wath uzozishaya zonke aw mina nghlale ngilindile We soka lam we sthandwa sami musa ukudlala ngami Abanakwethu sebeganile mina ngphelel ekhaya Nodadewethu bayangihleka bayangkolodela (hayi soka lami) Wath uzozishaya zonke aw mina nghleli ngilindile We soka lami we sthandwa sami musa ukudlala ngami We soka lami aw hheyi soka lami We soka lami musa ukudlala ngami Abanakwethu sebeganile mina ngphelel ekhaya Nodadewethu bayangihleka bayangkolodela
Writer(s): Israel Mbongeni Ngema Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out