क्रेडिट्स
PERFORMING ARTISTS
Mahlathini Nezintombi Zomgqashiyo
Performer
Nobesuthu Shawe
Lead Vocals
The Makgona Tsohle Band
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Nobesuthu Shawe
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Marks Mankwane
Producer
गाने
Sengicabange ngaqeda
Ngaqeda ngale ndaba yale ndoda
Njalo ma iphuzil' idakiwe
Ingixhapha ngezinhlamba
Sengicabange ngaqeda
Ngaqeda ngale ndaba yale ndoda
Njalo ma iphuzil' idakiwe
Ingixhapha ngezinhlamba
Sengibone kungcono
Ngiyobikel' abasekhaya
Kuhlalwe, kukhulunywe, kuphungwe
Nale ndaba iphele
Sengibone kungcono
Ngiyobikel' abasekhaya
Kuhlalwe, kukhulunywe, kuphungwe
Nale ndaba iphele
Maye bazali bami
Ngabe nithini na
Ngale ndaba yale ndoda
Edlala ngami
Ngithi baba nawe mama
Ngabe nithini na
Ngale ndaba yale ndoda
Engihluphayo
Ngithi khulula
Khulula
Oh, isidakwa
Isiyoyoyo
Ngithi yikhulule
Ikhulule
Isidakwa
Isiyoyoyo
Maye baba nawe mama
Ngabe nithini na
Ngale ndaba yale ndoda
Edlala ngami
Ngithi baba nawe mama
Ngabe nithini na, nithini na
Ngale ndaba yale ndoda
Hayi mani
Ng'the yikhulule
Ikhulule manje
Isidakwa
Isiyoyoyo
Ngithe ikhulule
Ikhulule
Yis'dakwa
Isiyoyoyo
Sengibone kungcono
Ngiyobikel' abasekhaya
Kuhlalwe, kukhulunywe, kuphungwe
Nale ndaba iphele
Sengibone kungcono
Ngiyobikel' abasekhaya
Kuhlalwe, kukhulunywe, kuphungwe
Ngale ndaba iphele
Ikhulule
Written by: Nobesuthu Shawe