Lirik

Ziqala amadoda, zindabezimnandi, hey Kwaze kamnandi uba umZulu, ebumnandini Kwaze kamnandi uba umXhosa, ebumnandini Kwaze kamnandi uba umSotho, ebumnandini Kwaze kamnandi uba umVenda, ngiyakutshela Kwaze kamnandi uba umTswana, hey wena wey Kwaze kamnandi uba umPedi, hey wena wey Kwaze kamnandi uba umNdebele, ebumnandini Kwaze kamnandi uba umTsonga, wena ngiyakutshela Kwaze kamnandi uba umSwati, mama Oh sishaya ugida sibhekane, hey Oh sishaya ugida sibhekane, ooh Oh sishaya ugida sibhekane, hayi Oh sishaya ugida sibhekane, sibhekane Oh sishaya ugida sibhekane, sibheke Oh sishaya ugida sibhekane, hayi Oh sishaya ugida sibhekane, hayi Oh sishaya ugida sibhekane, nabo Wamuhle, wamuhle mntakwethu Ingathi umama Winnie ebusheni bakhe Wamuhle, wamuhle mntakwethu Ingathi umama Winnie ebusheni bakhe Awu ngiyaziqenya ngentombi zakithi Imbali zesizwe, ungahamba umhlaba wonke Ngeke uzithole ezinjengezakithi Ooh impiko zami, kukhala impiko zami Ngiphekwey' intaba, zoKhahlamba kukhala iphimbo lami Ooh impiko zami, kukhala impiko zami Ngiphekwey' intaba, zoKhahlamba kukhala iphimbo lami Abodali bayakhala mabelizwa Libakhumbuza ekhaya, balilizele Oh sishaya ugida sibhekane, hey Oh sishaya ugida sibhekane, ooh Oh sishaya ugida sibhekane, hayi Oh sishaya ugida sibhekane, sibhekane Oh sishaya ugida sibhekane, sibheke Oh sishaya ugida sibhekane, hayi Oh sishaya ugida sibhekane, hayi Oh sishaya ugida sibhekane, nabo
Writer(s): Ndumiso Siyabulela Mdletshe, Siphelele Mbongi Dunywa, Jabulani Mthembu Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out