Lirik

The bible says the is no weapon that is formed against you that shall prosper And because nobody has said that but God himself it settles it He has said it, not your mother, not your father But He has said it Asikho isikhali esibekelwe mina Esiyophumelela, ushilo ezwini lakhe Asikho bo isikhali esibekelwe mina Esiyophumelela, yena ushilo, yena ushilo Asikho(asikho isikhali esibekelwe mina Esiyophumelela (esiyophumelelala, ushilo ezwini lakhe Asikho ngempela (asikho) isikhali esibekelwe mina) Esibekelwe mina (esiyophumelelala, ushilo ezwini lakhe) Asikho isikhali esibekelwe mina Esiyophumelela, ushilo ezwini lakhe Noma ngihamba ethunzini lokufa Ngiyokwesaba ntoni na ngob'ushilo ezwini lakhe Wath' akasoze angiyekele Noma ngihamba ethunzini lokufa Ngiyokwesaba ntoni na ngob'ushilo uSomandla, ngoba ushilo uSomandla, ngoba ushilo uSomandla (Ushilo) yena ushilo (ushilo) yena ushilo (ushilo) yena ushilo (ushilo) wathi akasoze angiyekele Ushilo, ushilo, ushilo (ushilo,ushilo, ushilo, ushilo, ushilo wathi akasoze angiyekele) Wathi ngizophumelela, wathi ngingumnqobi(ushilo) Ngingaphezu kwabanqobi (ushilo) Ngingaphezu kwabanqobi (ushilo) Ngingaphezu kwabanqobi (ushilo) Ushilo, ushilo, ushilo (ushilo,ushilo, ushilo, ushilo, ushilo wathi akasoze angiyekele) Ushilo, ushilo, ushilo (ushilo,ushilo, ushilo, ushilo, ushilo wathi akasoze angiyekele) Asikho isikhali esibekelwe mina Esiyophumelela, ushilo ezwini lakhe Asikho isikhali esibekelwe mina Esiyophumelela, ushilo ezwini lakhe Ushilo, ushilo, ushilo (ushilo, ushilo, ushilo) Wathi ngizophumelela, wathi ngingumnqobi(ushilo) Ngingaphezu kwabanqobi (ushilo) Ngingaphezu kwabanqobi (ushilo) Yena ushilo (ushilo) yena ushilo (ushilo) Yena ushilo (ushilo) yena ushilo (ushilo) What angeke angiyekelele Intsimbi edla enzinye (ushilo) intsimbi edla ezinye Ushilo (ushilo) intsimbi edla ezinye, ushilo (ushilo) intsimbi edla ezinye, ushilo (ushilo) Yena ushilo (ushilo) ushilo wathi angeke angiyekelele Ushilo (ushilo) intsimbi edla ezinye, ushilo (Wathi akasoze angiyekelele)
Writer(s): Xolani Praise-god Mdlalose Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out