album cover
Impimpi
album cover
Impimpi dirilis pada 10 Maret 1995 oleh Gallo Record Company sebagai bagian dari album Impimpi
AlbumImpimpi
Released10 Maret 1995
LabelGallo Record Company
BPM118
Melodiksi
Level Akustik
Valence
Kemampuan untuk menari
Energi

Video Musik

Video Musik

Lirik

Ngaloke ngidlala lelivaka leli lithi lizongshaya nge ngoma lish' umuthi
Ngaloke ngidlala lelivaka leli lithi lizongshayalitshel' abantu
Ngingalokhu ngidlala lelivaka leli lithi lizongshaya nge ngoma lish' umuthi
Ngeke ngishaywe amagwala mina ngeke ngishaywa mawala weh ma
(Salokho sidlal' amavaka athi azosishaya ngoma ash' obani?)

(Salokho sidlal' amagwal athi azosishaya ngoma ash' obani?
Ngisalokhu ngidlala lelivaka leli lithi lizongshaya nge ngoma weh ma
(Salokho sidlal' amagwal athi azosishaya ngoma ash' obani?
Ngeke ngishaywe amagwala mina ngeke ngishaywa mawala weh ma
(Salokho sidlal' amavaka athi azosishaya ngoma ash' obani?)
Ngeke ngishaywe amagwala mina ngeke ngishaywa mawala weh ma
(Salokho sidlal' amavaka athi azosishaya ngoma ash' obani?)
Zasha phela Phuzekhemisi madoda
Aw wayhlaba ngempela umfoka Majazana amnyama madoda
Khona phansi le Nsepheni langzalwa khona
Umful' engiwphuzayo ng'phuz' uMakhoya-Kade
Khona ka Dumisa eMkhomazi
Ngangilokhe ngibatshela kancane
bethi bayoybamb' iMumba isemgodini
Ngathi ningaythinta bafana iyonlimaza mayke yaphuma
Bathi bayshumpul' umsila iMumba kanti ababoni bayfaka amazinyo
Hhop!
Ngingaloko ngidlala leligwala leli lithi lizongshaya nge ngoma lish' umuthi
Ngingaloko ngidlala levaka leli lithi lizongshaya nge ngoma lish' umuthi
Ay mina angshayw' amagwala min'angeke ngishayw' igwala weh ma
Ay mina angshayw' amagwala min'angeke ngishayw' igwala weh ma
(Salokho sidlal' amavaka athi azosishaya ngoma ash' obani?)
Ngingalokho ngidlala leligwala leli lithi lizongshaya nge ngoma lish' umuthi
(Salokho sidlal' amavaka athi azosishaya ngoma ash' obani?)
Ngingaalokhu ngidlala lelivaka leli lithi lizongshaya litshel' abantu

Mina angshayw' amagwala min'angeke ngishayw' igwala weh ma
(Salokho sidlal' amavaka athi azosishaya ngoma ash' obani?)
Mina angshayw' amagwala min'angeke ngiidlal' amagwala weh
(Salokho sidlal' amavaka athi azosishaya ngoma ash' obani?)
Ngingaalokhu ngidlala lelivaka leli lithi lizongshaya litshel' abantu
(Salokho sidlal' amavaka athi azosishaya ngoma ash' obani?)
(Salokho sidlal' amavaka athi azosishaya ngoma ash' obani?)
Ngingaalokhu ngidlala lelivaka leli lithi lizongshaya litshel' abantu
(Salokho sidlal' amavaka athi azosishaya ngoma ash' obani?)
Ngingaalokhu ngidlala lelivaka leli lithi lizongshaya litshel' abantu
(Salokho sidlal' amavaka athi azosishaya ngoma ash' obani?)
Written by: Zibokwakhe Johnston Mnyandu
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...