album cover
Inyoni Yomthakathi
album cover
Inyoni Yomthakathi è stato pubblicato il 21 marzo 2016 da Universal Music (Pty) Ltd. come parte dell'album Inyoni Yomthakathi
21 marzo 2016
EtichettaUniversal Music (Pty) Ltd.
BPM
Melodicità
Acousticità
Valence
Ballabilità
Energia

Testi

Dali, dali, ngiyazi ukuthi angina lutho
Dali, dali, ngiyazi ukuthi anginayo imali
Noma kunjalo kodwa uthando nginalo
Nesineke sakho
Mina ke ngiyaludinga uthando
Dali, dali, ngiyazi ukuthi angina lutho
Dali, dali, ngiyazi ukuthi anginayo imali
Noma kunjalo kodwa uthando nginalo
Nesineke sakho
Mina ke ngiyaludinga uthando
Noma kufika ubantu ke abadumile (lumunandi ngokwenama)
Noma kufika abantu ke abanemali (lumunandi ngokwenama)
Ungabanaki labo
Ubabuke
Ngoba nawe (uyazi
Ukuthi uthando)
(lumunandi ngokwenama)
(Lumunandi ngokwenama)
(Lumunandi ngokwenama)
(Dali, nawe uyazi ukuthi uthando)
(Lumunandi ngokwenama)
Dali, dali, noma ngingena lutho
Uthando uyoluthola kithi esingena lutho
Dali, dali, noma ngingena lutho, lovie (noma ngabe anginalutho)
Uthando uyoluthola kithi esingena mali (okubalulekile uthando)
Dali, dali, noma ngingena lutho (noma ngabe anginalutho)
Uthando uyoluthola kithi esingena lutho (okubalulekile uthando)
Dali, dali, noma ngingena lutho, lovie (noma ngabe anginalutho)
Uthando uyoluthola kithi esingena mali (okubalulekile uthando)
Noma kufika ubantu ke abadumile (noma ngabe anginalutho)
Dali, dali, ngiyazi ukuthi angina lutho (okubalulekile uthando)
Dali, dali, ngiyazi ukuthi anginayo imali
Noma kunjalo kodwa uthando nginalo
Nesineke sakho
Mina ke ngiyaludinga uthando
(Ngoba umuntu uma enemali yena)
(Akadlalelani nominye futhi)
(Bahlala ngokuxabana kulolo thando)
(Ngoba akekho othembele komunye)
(Ngoba umuntu uma enemali yena)
(Akadlalelani nominye futhi)
(Bahlala ngokuxabana kulolo thando)
(Ngoba akekho othembele komunye)
(Noma ngabe angina lutho, okubalulekile uthando)
Written by: Khuzani Mpungose
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...