Testi

Yeah Hey Kwaze kwamnandi eThekwini (ye!) Kwaze kwamnandi eThekwini (yah!) Kwaze kwamnandi eThekwini (ye! ye!) Hlal'ube-watch, ubhekile (bhekile) Munt'wakho umash' ubhekile (ubhekile) Kwaze kwamnandi eThekwini Kwaze kwamnandi eThekwini (yah!) Aw, siphila kamnandi eThekwini Kwaze kwamnandi eThekwini (ye!) Siphila kamnandi eThekwini Kwaze kwamnandi eThekwini (yah!) Ingane ziyashisa, isemini Imali iyadliwa, isamishi (ye!) Kwaze kwamnandi eThekwini Kwaze kwamnandi eThekwini Ey, ntwana yami ngikhule eDubane Lapha ku Road Twelve eMkhumbane Ngikhule ngesikhat' sey'qumane Iqashiwe i-taxi, uphuzani? Sibamb'amakesi kaSithayimani Isikhon' i-twelve yeSavanna Add(a) noma-two, ziyaminya ley'qubu Kodwa zi-fresh, so kuyafana Manje uzosithola ko-Rich Noma uzosibamba sise-Views Shisa amagqosha no-Meech Kudlul' u-Asante athi-two Kwaze kwanandi kuseb'suku Kodwa amarhada anochuku Anokuk'khuthuz' inyuku Yazi ngeke uze usho ukuthi iduku Siphila kamnandi eThekwini Incika bayiphuz' ekhemisi Umjita me-check(a), akalok' e-stress(a) Liquifruit ne-Tennis Idovwa nge'nyawo i-tennis Iskelemu siyaphoswa Ungabosinqaka Uzophenduka i-circus Ntwana ziyamunca eThekwini Kwaze kwamnandi eThekwini (yah!) Kwaze kwamnandi eThekwini (ye!) Kwaze kwamnandi eThekwini (yah!) Kwaze kwamnandi eThekwini (ye! ye!) Hlal'ube-watch, ubhekile (bhekile) Munt'wakho umash' ubhekile (ubhekile) Kwaze kwamnandi eThekwini (ye!) Kwaze kwamnandi eThekwini (yah!) Aw, siphila kamnandi eThekwini (yeah!) Kwaze kwamnandi eThekwini (ye!) Siphila kamnandi eThekwini (kwamnandi) Kwaze kwamnandi eThekwini (yah!) Ingane ziyashisa, isemini Imali iyadliwa, isamishi (ye!) Kwaze kwamnandi eThekwini Kwaze kwamnandi eThekwini Kwamnandi kwelika-banana (banana) Kwadlala igqomu kuyasanganwa (gqom!) Hlezi ku-lit masihlangana (masihlangana) Nalabosisi basithandani (abasile!) Bathi u-Queen wase-London Lapho ley'ngane zibabani (babani) Meke walahla imali iyamasha Lapho leyngane ngiy'sabani (ngiyay'saba!) Shisinyama Eyadini Ingenile imali ekhadini Imina ubaba ebhadwini Imina uZakes ebantwini Hlezi nginedam' elishisayo Kubhema nom'bani siyaphisana Bathi limnandi ngey'ndeb' eyningi That's the only time singaphikisani (yhu!) Ntwana kumnandi eThekwini Kodwa nemidlwembe i-carry(ile) Meke kwashuba, iintwana ziyasuka Lapho ke inkwari iphelile (rrrah!) Usuyajwayela, u-cram(ile) Basazokwenza isemeshi Ubuso babubeke etekwini Ntwana, ngiyak'tshela, eThekwini Kwaze kwamnandi eThekwini (ye!) Kwaze kwamnandi eThekwini (yah!) Kwaze kwamnandi eThekwini (ye! ye!) Hlal'ube-watch, ubhekile (bhekile) Munt'wakho umash' ubhekile (ubhekile) Kwaze kwamnandi eThekwini (ye!) Kwaze kwamnandi eThekwini (yah!) Aw, siphila kamnandi eThekwini (yeah!) Kwaze kwamnandi eThekwini (ye!) Siphila kamnandi eThekwini (kwamnandi) Kwaze kwamnandi eThekwini (yah!) Ingane ziyashisa, isemini Imali iyadliwa, isamishi (ye!) Kwaze kwamnandi eThekwini Kwaze kwamnandi eThekwini
Writer(s): Forturne Simiso Hadebe, Simphiwe Ntobeko Makhoba Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out