Video musicale

Video musicale

Crediti

PERFORMING ARTISTS
Mfana Kah Gogo
Mfana Kah Gogo
Performer
Mhlekzin
Mhlekzin
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Sipho T. Mbonambi
Sipho T. Mbonambi
Lyrics
Mhlengi Dladla
Mhlengi Dladla
Composer
Sakhile Manqele
Sakhile Manqele
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Mhlengi Dladla
Mhlengi Dladla
Producer
Ayema Leeuw
Ayema Leeuw
Producer

Testi

Engithi kwasuka lokho
Angithi umhlaba unezi manga zawo angithi.
Kumele ngiphante
Nginakekele umndeni
Ngiyazi buza kanti mali unjani
Umngani kabani mina ngizo khala kubani mina ngenze njani
Kanti mali unjani ungani ka bani ngizo khala kbani mina ngenze njani
 
Ngivuka ekuseni
Mina ngingazi ukuthi ngenzeni
Kumele ngiyo performer
Ngingazi ukuthi ngigqokeni
Bathi impilo inzima ngazi mdali ngenzeni
Bathi impilo yami iyo phelela ekhoneni
Ogombela kwesabo sebengi dlela emoneni
Bathiiksasa lami liyo phelela emoyeni
Angisakwazi ukwenza kahle nase skoleni ngibonge ugogowami wathi ngihlale ethembeni ngibonge umama wami wathi ngihlale ethembeni ay ngihlale ethembe ay ngihlale ethembeni
 
Washo ugogo wami
Ntwana nyamezela
Ntwana qinisela wena uzophumelela
 
Engithi baleka baleka baleka
Ay phuthuma gijima baleka
Ama hater anesidina azoku bamba uzo hlanya uzohlanya engithi ntwana baleka
Ama hater anesidina azoku bamba uzo hlanya uzohlanya engithi ntwana baleka
 
Mmmm mmmm washoke
Washo washo washo washo
Washo washo ay washo washo washo washo washo
 
Washo ugogo wami
Ntwana nyamezela
Ntwana qinisela wena uzo phumelela
Washo ugogo wami
Ntwana nyamezela ntwana qinisela
Wena uzo phumelela
 
Washo washo
Ay ay washo washo
Written by: Mhlengi Dladla, Sakhile Manqele, Sipho T. Mbonambi
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...