album cover
Varsity
album cover
Varsity è stato pubblicato il 27 luglio 2022 da DUT Music come parte dell'album Varsity - Single
Released27 luglio 2022
EtichettaDUT Music
LinguaEnglish
BPM89
Melodicità
Acousticità
Valence
Ballabilità
Energia

Testi

Uthi ngijabule kanjani
UngShiye ngedwa emaKhaya
Ngenkathi uHamba uya eVarsity wathi wena uzongFonela imihla namalanga
Wathi uzongKhumhula dali (Ohh'o)
Wathi angHleli ngilindele iCall (Ohh'o)
Wathi uzofona dali (Ohh'o)
Sengilindile
Ngoba wathi uzongiFonela
Wathi uzongFonela everyday mawuse Varsity
Umenza nje' umuntu omthandayo
Wathi uzongFonela everyday mawuse Varsity
Umenza nje' umuntu omthandayo
Ahh uNah ahna ahh
Haa ah a h'Ha a ah
Haa ah a h'Ha a ahaaa
Ah a h'Ha a ahaa
Haa ah a h'Ha a ah
Haa ah a h'Ha a ahaaa
Ah a h'Ha a ahaa
Okushuthi uthando aluboni
Ngoba manginawe mina angiboni
Ukuthi udlala ngami and unamahloni
Ingakho dali ungasaFoni
Umuntu ungabomthemba kungcono uthembe ilitshe
Umuntu uthi uyamazi kwabaziyo ajike
Uthi ngizo Feel'a kanjani
Mawuvele ushintshe
Injabulo yami ikuwe manje mawuzovele uJike
Uthi ngijabule kanjani
UngShiye ngedwa emaKhaya
Ngenkathi uHamba uya eVarsity wathi wena uzongFonela imihla namalanga
Wathi uzongKhumhula dali (Ohh'o)
Wathi angHleli ngilindele iCall (Ohh'o)
Wathi uzofona dali (Ohh'o)
Sengilindile
Ungenza islima ngempela
Wathi i Long-distance sizoyimela (Ye')
Ungenza islima ngempela
Wathi i Long-distance sizoyimela (Ye')
Waze wathi uzongiFonela everyday
Wathi uzongFonela everyday mawuse Varsity
Umenza nje' umuntu omthandayo
Wathi uzongFonela everyday mawuse Varsity
Umenza nje' umuntu omthandayo
Ahh unah ahna ahh
Haa h a h'Ha a ah
(Wathi ngihleli ngilindele iCall)
Ahh unah ahna ahh
Haa h a h'Ha ahhhh
Wathi ngihleli ngilindele iCall ephuma kuwe
Uthi ngijabule kanjani
UngShiye ngedwa emaKhaya
Ngenkathi uHamba uya eVarsity wathi wena uzongFonela imihla namalanga
Wathi uzongKhumhula dali (Ohh'o)
Wathi angHleli ngilindele iCall (Ohh'o)
Wathi uzofona dali (Ohh'o)
Sengilindile
Ngoba wathi uzongiFonela
Wathi uzongFonela everyday mawuse Varsity
Umenza nje' umuntu omthandayo
Wathi uzongFonela everyday mawuse Varsity
Umenza nje' umuntu omthandayo
Ahh uNah ahna ahh
Haa ah a h'Ha a ah
Haa ah a h'Ha a ahaaa
Ah a h'Ha a ahaa
Haa ah a h'Ha a ah
Haa ah a h'Ha a ahaaa
Ah a h'Ha a haaa
Written by: Anelisa Cipher Jona, Liyolo Stikza Lugayeni
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...