album cover
Why
1410
Hip-Hop/Rap
Why è stato pubblicato il 27 agosto 2021 da 1020 Cartel come parte dell'album 3310 - EP
album cover
Data di uscita27 agosto 2021
Etichetta1020 Cartel
Melodicità
Acousticità
Valence
Ballabilità
Energia
BPM70

Crediti

PERFORMING ARTISTS
Anzo
Anzo
Performer
PRODUCTION & ENGINEERING
Sly
Sly
Producer

Testi

[Verse 1]
Konke lokhu iphutha lika baba
Konke lokhu iphutha lika mama
Manje abasekho kuhlupheka mina
Zonke izono zabo seziwela kmina
[Verse 2]
Why mina
Why mina
Leyinkinga ngizoyilungisa ngani mina ngani mina baba
Why mina why mina
Kmele ngifele izono engazazi mina engazazi mina mama
[Verse 3]
Sometimes abantu bona bathi bavikela wena
Bethi baqed' inkinga kanti baziphushela kuwena
Abanye abazi kuthi later kungahlupheka wena
Nokuchithwa kwegazi nje kungaba nomthelela kuwena
[Verse 4]
Izenzo zethu, ezisxhumanisa kakhulu
Izenzo zethu, eyihlupha ingane kakhulu
Zineketanga elibopha iyzukulwane kabuhlungu
Izono zakho zingagcina sezifelwa uthumbu!
[Verse 5]
Bashiy isthwathwa sibhula amazolo
Ngenxa yesbongo k'gula amadoda
Asinayimpande sigcwele amagxolo
Inhlanhla ayingeni kvala amadlozi
Alicaci iksasa kvele okwayizolo
Alicaci isaka kvel okokuvova
Asihlali isamba bavele basivonxe
Awu last espan bavele bakugxothe
[Verse 6]
Konke lokhu iphutha likababa
Konke lokhu iphutha likamama
Manje abasekho kuhlupheka mina
Zonke izono zabo seziwela kumina
[Verse 7]
Why mina
Why mina
Leyinkinga ngizoyilungisa ngani mina ngani mina baba
Why mina
Why mina
Kmele ngifele izono engazazi mina engazazi mina mama
[Verse 8]
Izinto zami nje ayihlangani
Kthiwa mangastholi isbongo sami ngizosangana
Already ngi feel engathi ngiyasangana
DNA yami nekabab wami nje ayihlangani
[Verse 9]
Umngani wam usefung impilo
Ubab'wakhe waphambanis emsamu ethi uphemb impilo
Ubaba akasekho usesele nedlozi elibi
Noma selifisa ukusiza yonke into eliyenzayo yimbi
[Verse 10]
Thin' esisele sithwele kanzima
Ibusiso zethu kungenxa yenu siz'thola kanzima
Ukbheka le ushiye kulenga ikon okunzima
Coz washiya, ingane zakho esezizothwala kanzima
[Verse 11]
Konke lokhu iphutha likababa
Konke lokhu iphutha likamama
Manje abasekho kuhlupheka mina
Zonke izono zabo seziwela kumina
[Verse 12]
Why mina
Why mina
Leyinkinga ngizoyilungisa ngani mina ngani mina baba
Why mina
Why mina
Kmele ngifele izono engazazi mina engazazi mina mama
Written by: Andile Ngubeni, Ntokozo Gift Mndawe
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...