album cover
Thando
11.311
Pop
Thando è stato pubblicato il 15 febbraio 2012 da Respect Music come parte dell'album One
album cover
AlbumOne
Data di uscita15 febbraio 2012
EtichettaRespect Music
Melodicità
Acousticità
Valence
Ballabilità
Energia
BPM180

Video musicale

Video musicale

Crediti

Testi

Ngicabanga ngawe
Ndlel’omuhle ngayo weh s’thandwa sami
Ngicabanga ngawe
Ndlel’ongithanda ngayo weh s’thandwa sami
Ngifuna wena wedwa
Ngikubone s’khathi sonke
Uyintokozo yami (ntokozo yami)
Uyamangalisa
Thando (uyangijabulisa uThando)
Thando! (nguye uThando)
Thando sondela
Thando (uyangijabulisa uThando)
Thando (nguye uThando)
Thando sondela
Thando (Ooh, nguye uthando)
Nguye uthando
Thando (Ooh, nguye uthando)
Thando lwam
Amehlo akho
Ubuhl’obudlul’izinkanyezi s’thandwa sami
Ndlel’ong’thinta ngayo
Ingathi ngumoya waseZulwini
Thatha konk’okwam
Unginike ok’ngokwakho
Uyintokozo yami (ntokozo yami)
Engigcwalisayo
Thando (uyangijabulisa uThando)
Thando! (nguye uThando)
Thando sondela
Thando (uyangijabulisa uThando)
Thando! (nguye uThando)
Thando sondela
Thando (Ooh, nguye uthando)
Nguye uthando
Thando (Ooh, nguye uthando)
Uthando lwam
Noma yin’oyifunayo
Noma yin’oyifunayo ngizoyamukela
Ubokhulum’ungesabi
Ngiyaz’fela ngawe s’thandwa
Thando (uyangijabulisa uThando)
Thando! (nguye uThando)
Thando sondela
Thando (uyangijabulisa uThando)
Thando! (nguye uThando)
Thando sondela
Thando (Ooh, nguye uthando)
Nguye uthando
Nguy'uthando lwami (Ooh, nguye uthando)
Thando lwami
Uthando (uthando)
Uthando (uthando)
Nal'uthando lwami
Written by: RR
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...