Video musicale

Kelly Khumalo - Bazokhuluma (Visualizer) ft. Zakwe, Mthunzi
Guarda il video musicale per {trackName} di {artistName}

Crediti

PERFORMING ARTISTS
Kelly Khumalo
Kelly Khumalo
Vocals
Zakwe
Zakwe
Vocals
Mthunzi
Mthunzi
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Kelly Khumalo
Kelly Khumalo
Songwriter
Zakwe
Zakwe
Songwriter
Mondli Ngcobo
Mondli Ngcobo
Songwriter
Njabulo Mthunzi Ndimande
Njabulo Mthunzi Ndimande
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Mondli Ngcobo
Mondli Ngcobo
Producer

Testi

Ngeke ngiyeke ukuphila impilo yami Ngoba ngisab' ukuthi abantu bazokhuluma Ngeke ngiyeke ukukhuluma inqondo yami Ngoba ngisab' ukuthi abantu bazokhuluma Makhelwane ungayi ngeni Bakhuluma ngawe ngoba bayazi ubiziwe Weh mgani ungayi ngeni Ngoba bakhuluma nawe ngoba bayazi ubiziwe (Haibo) (Noma ungathula) (Kodwa abantu bazokhuluma) Uthando lwangempela kunzima ukulibona Intliziyo enginayo bayibiza ngomona Ubukhazi khazi bam ngiyanizwa ningincoma Kepha angazi nam maybe abanye bafisa ukulibona Baningi abami nam bangifisela ukufa Baningi abaphika nami befuna ukufunywa Mangiqala ngisiza abanye bathi ngithanda ukubukwa Soqcine siphelela abantu masitshala abafuna ukuvunwa Mangsakwazi ukujabulis' intliziyo Angsakwazi ukwenza izinto eziyenza umphakathi uphile Ang'sakwazi nje ukuhlonipha impilo Okomhlaba thina angeke sikujike thina sphile... Bazokhuluma Bazokhuluma Eh bazokhuluma Ngoba abantu bazokhuluma Umuntu ngeke umenzele lutho Oksalayo uzokhuluma kabuhlungu Maye sehlangene noguluva bakhe Bangawu limaza bawucede umphefumulo abantu Ngenxa yama ganyana abawasho kuwe Kuwe Umuntu ngeke umenzele lutho Oksalayo uzokhuluma kabuhlungu Maye sehlangene noguluva bakhe Bangawu limaza bawucede umphefumulo abantu Ngenxa yama ganyana abawasho kuwe Kuwe Awu bazokhuluma, Bazokhuluma (Bazokhuluma bazokhuluma) Khuluma khulumakhuluma weh (Hai abantu bazokhuluma) Bazokhuluma (Bazokhuluma) Bazokhuluma (Bazokhuluma) Bazokhuluma (Bazokhuluma weh) Hai abantu bazokhuluma Noma abantu banga vala umyango o wodwa Mdali uzovula omunye Ongavalekiyo Abantu bomhlaba ababeyincele Kodwa ongabonayo uyasiwelisa ngobuncwele Noma ungathula wena (Kodwa abantu bazokhuluma) Kodwa abantu bazokhuluma (Haibo) Haibo (Noma ungakhuluma) Noma ungakhuluma weh (Kodwa abantu bazokhuluma) Awu bona bazokhuluma (Bazokhuluma bazokhuluma) Bazo khuluma, Bona bazo khuluma Hai abantu bazokhuluma Bazokhuluma (Bazokhuluma) Bazokhuluma (Bazokhuluma) Ao bazokhuluma yeeh Hai abantu bazokhuluma
Writer(s): Kelly Khumalo, Mondli Ngcobo, Mthunzi Ndimande, Ntokozo Zakwe Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out