album cover
Ngitshehe S'thandwa
album cover
Ngitshehe S'thandwa è stato pubblicato il 1 gennaio 2004 da Bula Music come parte dell'album Wangisiza Baba
1 gennaio 2004
EtichettaBula Music
BPM136
Melodicità
Acousticità
Valence
Ballabilità
Energia

Testi

Awungitshele sthandwa sami
Lamagama ongibiza ngawo
Ngabe wena uthanda liphi
Awungitshele sthandwa sami nje
Lamagama ongibiza ngawo
Ngabe wena uthanda liphi na
Awungitshele sthandwa sami
Lamagama ongibiza ngawo
Ngabe wena uthanda liphi
Uthi unembeza ungaphakathi kuye
Mina ngikhululeke
Uthi iqiniso lingaphakathi kuye
Mina ngimthinte la
Ngiphinde ngimthinte lana
Nguwe wedwa sthandwa sami
Wena uyikho konke
Enhlizweni yami
Nguwe wedwa sthandwa sami
Wena uyikho konke
Enhlizweni yami
Nguwe wedwa sthandwa sami
Wena uyikho konke
Enhlizweni yami
Njengoba ngithi sweety
Ngiphinde ngithi lovey
Ngikhombisa wena uthando
Njengoba ngithi sweety
Ngiphinde ngithi lovey
Ngikhombisa wena uthando
Sthandwa sami
Njengoba ngisho lamagama kuwe
Ngikuthanda ubuhleni nase bubini
Baba
Nguwe wedwa sthandwa sami
Wena uyikho konke
Enhlizweni yami
Awungitshele sthandwa sami
Lamagama ongibiza ngawo
Ngabe wena uthanda liphi
Awungitshele sthandwa sami (Wena)
Lamagama ongibiza ngawo (Wena)
Ngabe wena uthanda liphi
(Wena we sthandwa sami wena)
Awungitshele sthandwa sami (Wena)
Lamagama ongibiza ngawo (Wena)
Ngabe wena uthanda liphi
(Wena we sthandwa sami wena)
Ngoba ungibiza sweety (Wena)
Uphinde ungibize lovey (Wena)
Kanti yiliphi elakho
(Wena we sthandwa sami wena)
Ngoba ungibiza sweety (Wena)
Uphinde ungibize lovey (Wena)
Kanti yiliphi elakho awungtshele
(Wena we sthandwa sami wena)
Awungitshele sthandwa sami (Wena)
Lamagama ongibiza ngawo (Wena)
Ngabe wena uthanda liphi
(Wena we sthandwa sami wena)
Nguwe wedwa sthandwa sami
Wena uyikho konke
Enhlizweni yami
Uthi unembeza ungaphakathi kuye
Mina ngikhululeke
Uthi iqiniso lingaphakathi kuye
Mina ngimthinte la
Ngiphinde ngimthinte lana
Wena, wena
Wena we sthandwa sami wena
Written by: Shwi no Mtekhala
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...