album cover
iSpani Sami
254
Hip-Hop
iSpani Sami è stato pubblicato il 25 ottobre 2024 da Cultured Chaos Entertainment come parte dell'album Thambo Lakithi
album cover
Data di uscita25 ottobre 2024
EtichettaCultured Chaos Entertainment
Melodicità
Acousticità
Valence
Ballabilità
Energia
BPM82

Testi

Verse 1
Hha! akukho lula ukuba i-Role model
Zonke indawo bang'ngcobile kodwa ang'lon ibhotela
Ng'phume emjondolo, akakajwayel' nok'lala ehhotela
Bes'desha ngonembez uqekeqe l'phuzwa
ngebhodlela
My Flow so crazy bang'cela ama verse Vile Rap yesiZulu epholile engamemezi
Zing'hlala imbashalala iphalaphala nam' angzenzi
Unga umrapper onswempu ngaphandle kokuzenz' isebenzi
Hha! Let me give you a different Kasi flavor Ngaqala ukuz'mela ng'sasemncane ang'yazi iFavour
Mubona ng'hamba ngok'cophelela ng'yawaz ameva
Bayafambula k'dala ng'thambula abangazi Cleva,
never
 
Food for thoughts is what I only serve ya Wanke nalomculo engininikeza wona uyafana nefa
'Cause even when I'm dead my music gon' live forever
Chorus
Ang'nandaba ukuth' ubani o-Drop(ile) Ang'nandaba ukuth' ubani onigoqile (ngiz'shayela ispani sam')
Ang'nandaba ukuth' ubani o-Pop(ile) Ang'nandaba ukuth' ubani o-Flop(ile) ( ngiz'shayela ispani sam' )
Ekse mina ang'nandaba ukuth' ubani o-Drop(ile)
Ang'nandaba ukuth' ubani onigoqile ( ngiz'shayela ispani sam' )
Ekse mina ang'nandaba ukuth' ubani o-Pop(ile) Ang'nandaba ukuth' ubani o-flop(ile) (ngiz'shayela ispani sam')
 
Yeah! lmina uSHAKA of my generation Ng'khanda isaka to get my kids a better education
Umama wey'ngan zami iphanta ngimthanda ok'dluli iFasion
We both come from the trenches that's a strong foundation
We just trynna build, s'khande igidigidi
cause that is all I need phakathi kwalamabhilidi Ng'khuluma ngeDubane, ikhaya lamagilikidi Nabafwethu ebes'phila nabo sebebhemi ingidi
Ssssh! S'hlez sijombi igazi where I'm from lkhaya lam akukho lengabalekela khona Lezinto ez'vela kumabona kude zenzeka bukhoma
lntwana z'shaya umthetho az'nandaba nama Diploma
Ekse nc! Lafa elihle kakhulu
Sekwaba oGogo nomkhulu abangcwaba abazukulu
Ang'wawaz um'nyango wesonto kodwa
 
Baningi abakholwayo engek baze bal'bon izulu
Chorus
Ang'nandaba ukuth' ubani o-Drop(ile) Ang'nandaba ukuth' ubani onigoqile (ngiz'shayela ispani sam')
Ang'nandaba ukuth' ubani o-Pop(ile) Ang'nandaba ukuth' ubani o-Flop(ile) ( ngiz'shayela ispani sam' )
Ekse mina ang'nandaba ukuth' ubani o-Drop(ile)
Ang'nandaba ukuth' ubani onigoqile ( ngiz'shayela ispani sam' )
Ekse mina ang'nandaba ukuth' ubani o-Pop(ile) Ang'nandaba ukuth' ubani o-flop(ile) (ngiz'shayela ispani sam')
Written by: Sihle Prince Majola, Wandile Ngidi
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...