album cover
GIJIMA
album cover
GIJIMA è stato pubblicato il 22 novembre 2024 da UmellowCOM (Pty) Ltd come parte dell'album SUGAR TREETS
22 novembre 2024
EtichettaUmellowCOM (Pty) Ltd
LinguaEnglish
BPM82
Melodicità
Acousticità
Valence
Ballabilità
Energia

Testi

Verse 1
Yewena!
Ngithi k’zothi ksaGud, ksaNaysi
Ngibe ng'ngena ngesdumo sbali
Uma eza ngok’bhayiza uzotholi nduku snayi
Ngtshengisi ndlela laba abay'tshel' ukuthi ba-blayndi
Yeah! Ay angkhethi, ay angkhethi
Ngsazobashayela ama_movie aTyler Perry
Noma nje ses'shoda aw kodwa mhlaba w'deli
Ngoba sisekhona sisazo phanta daily
Ay aspheli
If I throw a shot, you feel it in your chest
Walk with a lil' bounce see no need to sweat
Coolin', I ain't speedin' in these tracks
I aspire to inspire you to never give up
But rather give us that thing within yourself
Chorus
Ey! Khipha unyawo mshana yim' uLaqhasha
I break a leg indaba ngding' iskhashana
K'yabekezelwa baba ngisho k'nga-tough
Mazik'hlasela iy'nkinga nikini khanda...
Gijima ntwana, Gijima ntwana
K'yabekezelwa baba ngisho k'nga-tough
Gijima ntwana, Gijima ntwana
Mazik'hlasela iy'nkinga nikini khanda
Verse 2
Mang'semoyeni ng'yan'khulula
Ang'tatazeli ng'yaphuthuma
Ng'the ang'bambeki ng'yaphunyuka
Run at your own pace abantu bayohlezi bekhuluma
Lezizinja z'yangsukela
K'thiwa aziy'khonkothi may'mile
Ng'nyus' iPressure lel' izinga lashukela
Ng'gxoba kuphela ng'shaya iRoboto ang'zwile
K'yakhuphukela, umnotho ngacacile
Pace yourself ungaphelelwa umoya
Uwena iSterring' umsebenz' ukhona
Unyathele kakhulu mebek'vezel' umona
As long as ik'spanela vel' awenzeli bona
Uyawazi umnyango wegali oyi_sliding door
Uyakwazi uk'vuka nge_papa eliyparishi
No_curry we_kabishi?
U-bite'a nolwabishi?
Well if you don't know, now you know...**** lami so
Chorus
Ey! Khipha unyawo mshana yim' uLaqhasha
I break a leg indaba ngding' iskhashana
K'yabekezelwa baba ngisho k'nga-tough
Mazik'hlasela iy'nkinga nikini khanda...
Gijima ntwana, Gijima ntwana
K'yabekezelwa baba ngisho k'nga-tough
Gijima ntwana, Gijima ntwana
Mazik'hlasela iy'nkinga nikini khanda
Ey!Khipha unyawo mshana yim' uLaqhasha
I break a leg indaba ngding' iskhashana
K'yabekezelwa baba ngisho k'nga-tough
Mazik'hlasela iy'nkinga nikini khanda...
Gijima ntwana, Gijima ntwana
K'yabekezelwa baba ngisho k'nga-tough
Gijima ntwana, Gijima ntwana
Mazik'hlasela iy'nkinga nikini khanda
Written by: Mduduzi Kenneth Shezi, Sikhumbuzo Khanyisani Khumalo, Smiso Hadebe
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...