album cover
Bengimthanda
album cover
00:00
00:15
00:30
00:50
01:10
01:40
01:50
02:00
02:35
02:40
02:45
02:50
04:05
00:00
04:23
Ultimi 7 giorni
Bengimthanda è stata scoperta più frequentemente a circa 50 secondi dall'inizio la canzone durante la settimana passata

Testi

Min'udali bengimthanda ngenhliziyo yami yonke
(Yebo khona kunzima ukwamukel'ukuthi akangithandi)
Oh Min'udali bengimthanda ngenhliziyo yami yonke hhe
(Yebo khona kunzima ukwamukel'ukuthi akangithandi)
Ye Min'udali bengimthanda ngomoya wami wonke hhe
(Yebo khona kunzima ukwamukel'ukuthi akangithandi)
Ye min'udali bengimthanda ngempilo yami yonke

Kanti pho kuyosizani ukuthand'umuntu ongangithandi?
(Noma ngabe muhle okwedlula igolide)
Noma ngingamthanda kangakanani
(Nami kufanele ukuthi ngivikele inhliziyo yami)

Ye min'udali bengimthanda ngenhliziyo yami yonke

Ye min'udali bengimthanda ngomoya wonke hhe

Pho kuyosizani ukuthand'umuntu ongangithandi?

Ye min'udali bengimthanda ngomoya wami wonke
Hhawu min'udali bengimthanda ngempilo yami yonke hhe

Written by: Scebi Dlamini
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...