album cover
Bakhusele
album cover
Bakhusele è stato pubblicato il 19 giugno 2026 da Our Way Music come parte dell'album Vusimpilo - EP
19 giugno 2026
EtichettaOur Way Music
BPM57
Melodicità
Acousticità
Valence
Ballabilità
Energia

Testi

Khusele….
Bekhusele, hamba nabo njalo
Bekhusele baba,
Bavikele Manje,
Bekhusele.
Noma sebehamb’ indlel’ emnyama
Kodwa baba ngicel’ ubekhusele
Uphind’ ubavumele
Bebone ukukhazimula kwakho.
Verse 1
Thel’ umoya Nkosi
Phezu kwabantwana bakho.
Khanyis’ isibani endleleni yabantwana bakho
USathane angimsabi ngoba kukhuna ohamba nami
EleMvana igazi yilona elinqaba nami
Umile njalo uMdali noma belwa nami
Nqaba nami nqaba yami
Chorus:
Bekhusele, hamba nabo njalo
Bekhusele baba,
Bavikele Manje,
Bekhusele,(Bekhusele).
Noma sebehamb’ indlel’ emnyama
Kodwa baba ngicel’ ubekhusele,
Uphind’ ubavumele
Bekhusele, hamba nabo njalo
Bekhusele baba,
Bavikele Manje,
Bekhusele (Bekhusele).
Noma sebehamb’ indlel’ emnyama
Kodwa baba ngicel’ ubekhusele
Uphind’ ubavumele
Bebone ukukhazimula kwakho.
Outro
Mhlaba bonuk’ ukukhazimula kwakho
Mhlaba bonuk’ ukukhazimula kwakho
Mhlaba bonuk’ ukukhazimula kwakho
Mhlaba bonuk’ ukukhazimula kwakho
Mhlaba bonuk’ ukukhazimula kwakho
Mhlaba bonuk’ ukukhazimula kwakho
Mhlaba bonuk’ ukukhazimula kwakho
Mhlaba bonuk’ ukukhazimula kwakho
...
Written by: Nkululeko Ntshangase

Loading...