album cover
Baba Wethu
album cover
00:10
02:10
02:30
02:45
03:00
00:00
03:26
Ultimi 7 giorni
Baba Wethu è stata scoperta più frequentemente a circa 2 minuti and 30 secondi dall'inizio la canzone durante la settimana passata

Testi

[Verse 1]
Uthando lwangishiya ngisase mncane
Nhliziyo yam' ihlushw' yinhlungu zodwa
Imizwa yokulahlwa yazazisa
Iyo iyo ngangenacala
Iyo iyo ngangise wumfana
[Verse 2]
Ngijuba elifuna indawo yokuphumula
Ngidabula amagquma nemihosha
Imvula lena lutho ukunqamuka
Iyo iyo ngaphela amandla
Iyo iyo khawuphendule
[Verse 3]
Eh Baba wethu oseZulwini
Ulaphi sekonakala
Eh Baba wethu oseZulwini
Iyo iyo aphela amandla
Iyo iyo khawuphendule
[Verse 4]
Iphupho lami ngabe liyofezeka
Imbuzo ebengiyibuza xa ngingedwa
Ithemba eliyongiwelisa ngaphesheya
Iyo yilona ebengingenalo
Iyo iyo emkhulekweni
[Verse 5]
Isandla lesi esangithunga ndawonye
Yisona esingangihola ezinkungwini
Ngiy’juba elifuna indawo yokuphumula
Iyo iyo sengiphela amandla
Iyo iyo kawuphendule
[Verse 6]
Eh Baba wethu oseZulwini
Ulaphi sekonakala
Eh Baba wethu oseZulwini
Iyo iyo aphela amandla
Iyo iyo khawuphendule
[Verse 7]
Eh Baba wethu oseZulwini
Ulaphi sekonakala
Eh Baba wethu oseZulwini
Iyo iyo aphela amandla
Iyo iyo khawuphendule
[Verse 8]
Eh Baba wethu oseZulwini
Ulaphi sekonakala
Eh Baba wethu oseZulwini
Iyo iyo aphela amandla
Iyo iyo khawuphendule
Written by: Jabulani Majola, Levit Phungula
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...