クレジット

PERFORMING ARTISTS
Aubrey Qwana
Aubrey Qwana
Performer
PRODUCTION & ENGINEERING
Aubrey Qwana
Aubrey Qwana
Producer

歌詞

[Verse 1]
Lona ngiyamthatha
Ng'cela abanomona bahlehle
Lona ngiyamthatha
Ng'cela abanomona badede
[Verse 2]
Yelelelelelelele (Uweeh)
Yelelelelelelele
[Verse 3]
Yelelelelelelele (Uweeh)
Yelelelelelelele
[Verse 4]
Ubotshela abomalume bakho thina sizofika silethiy'bizo
Ubotshela abomalume bakho
Othemba lami sizohlangana esgcawini
Bese kusha neshindindi
Masifika kusiphuka iydindi
[Verse 5]
(Eyy yeh)
Yelele mntanomuntu angazi ukuthi mina bengihlaleleni ngingakuthathi
Yelele mntanomuntu angazi ukuthi mina bengihlaleleni ngingakshadi
[Verse 6]
Obek'gebhele
Akalale ksaythunuka alale ngenxeba
Obek'gebhele mama
Akalale ksaythunuka alale ngenxeba
[Verse 7]
Lona ngiyamthatha
Ng'cela abanomona bahlehle
Lona ngiyamthatha
Ng'cela abanomona badede
[Verse 8]
Yelelelelelelele (Uweeh)
Yelelelelelelele
[Verse 9]
Yelelelelelelele (Uweeh)
Yelelelelelelele
[Verse 10]
Noma kanjani
Weh Dali wami
Ngeke ngik'shiye sofa slahlane
[Verse 11]
Nhliziyo idansa itwalatsa, (Inhliziyo)
Mayikubona wena (Inhliziyo)
Nhliziyo idansa itwalatsa (Aah yaya)
[Verse 12]
Sebekuthele ngenyongo ekhaya
Bakufaka nesphandla ekhaya
Avuliwe amasango ngena
Sekukini lah
[Verse 13]
Obek'gebhele
Akalale ksaythunuka alale ngenxeba
Obek'gebhele mama
Akalale ksaythunuka alale ngenxeba
[Verse 14]
Lona ngyamthatha
Cela abanomona bahlehle
Lona ngyamthatha
Cela abanomona badede
[Verse 15]
Yelelelelelelele (Uweeh)
Yelelelelelelele
[Verse 16]
Yelelelelelelele (Uweeh)
Yelelelelelelele
Written by: Kamohelo Judas Mthimkhulu, Makepiece Musawenkosi Khoza, Mthunzi Shabangu, Nkululeko Thungo, Siyabonga Mkhize
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...