크레딧
실연 아티스트
Babo
리드 보컬
작곡 및 작사
Babo
작사가 겸 작곡가
Rasta Shozi
작사가 겸 작곡가
프로덕션 및 엔지니어링
Babo
프로듀서
Mlu Ninela
프로듀서
Njiblo
프로듀서
가사
Oh yeah, oh, oh Baba
Oh yeah, oh, oh Father
Mmh, mmh, mmh, heyi Baba mmmh
Ngiswel'amazwi okubonga Kuwe ngothando onginike lona
Angazi Baba, ngingaqala ngithini na
Ngalokhu ungithandile
Baba sekukaningi (Sekukaningi)
Baba sekukaningi (Sekukaningi)
Baba ungenzel'okuhle (Baba ungenzel'okuhle)
Baba sekukaningi (Sekukaningi)
Baba sekukaningi (Sekukaningi)
Baba ungenzel'okuhle (Baba ungenzel'okuhle)
Impilo (Kuningi)
Nokuvuka (Kuningi)
Oh yeah Baba ongenzele kona (Baba ongenzele kona)
Ukubona (Kuningi)
Kulalela (Kuningi)
Oh Baba ongenzele kona (Baba ongenzele kona)
Abany'abantu Baba ubaphile amehlo kodw'abakwazi kuzibonela ngokwabo
Abany'abantu Baba ubaphile izinyawo kodw'abakwazi kuzihambela ngokwabo
Ngiyabonga Baba (Sekukaningi)
Unginikil'izinyawo, ziyasebenza (Sekukaningi Baba)
Baba (Ungenzel'okuhle)
Baba ngiyabonga Jehovah (Sekukaningi)
Ungiphil'amehlo, ayasebenza (Sekukaningi Baba)
Baba (Ungenzel'okuhle)
Ngiyabona (Kuningi)
Ngiyahamba (Kuningi)
Ngiyabonga (Baba ongenzele kona)
Ungiphil'izandla (Kuningi)
Ngiyakwazi ukuzenzela (Kuningi)
Baba, ngiyabonga (Baba ongenzele kona)
Abany'abantu Baba ubaphil'ingcebo emoyeni wabo abajabulile neze neze
Baba ngiyabonga ngalokhu okuncane onginike khona kuyanganelisa emoyeni wami
Ngingathini Ngawe (Kuningi)
Baba kuningi khona lokhu (Kuningi)
Baba ye ongenzele kona (Baba ongenzele kona)
Ngiswel'amazwi okubonga (Kuningi)
Kuningi kona lokhu (Kuningi)
Ongenzele kona Baba (Baba ongenzele kona)
Abanye abanakho konke lokhu (Kuningi)
Enginakho (Kuningi)
Baba ngiyabonga Baba, ngiyabonga Baba (Baba ongenzele kona)
Ngiyabonga (Kuningi)
Ngiyabonga (Kuningi)
Kuningi kona lokhu Baba ongenzele kona (Baba ongenzele kona)
Baba ngiswel'amazwi okubonga konke lokh'ongenzele kona Baba (Sekukaningi)
Sekukaningi Baba (Sekukaningi)
Oh Baba (Baba ungenzel'okuhle)
Baba ngiswel'imilomo eyizinkulungwane yokuzobongela kuwena Baba (Kuningi)
Baba kuningi (Kuningi Baba)
Oh (Ongenzele kona)
Hayi kuningi (Kuningi)
Kuningi (Kuningi)
Ngiyabonga Baba ongenzele kona (Baba ongenzele kona)
Written by: Babo, Rasta Shozi

