뮤직 비디오
유사한 곡
크레딧
작곡 및 작사
Mashelela Sabelo Ngubane
송라이터
Skhumbuzo Sheppard Tshabalala
송라이터
Siphesihle Godfrey Makhubu
송라이터
Tello Mokhele
송라이터
가사
Its yo boy Teehlouw
...
Habe
Impilo ayikho lula
Kunzima emhlabeni
Kodwa angisoze ngayeka ukuthandaza mina (Ooh)
Haii, impilo ayikho lula
Neze kunzima emhlabeni
Kodwa angisoze ngayeka
Ukutabalaza mina (Ooh)
Ngoba indoda ifela empini
Indoda ifela eweni Indoda i lala ilihlosile i kusasa layo (Ooh)
Thatha ipiki nefosholo Sibangene sihlomile
Siyolwela ikusasa leyingane zethu (Ooh)
Ngoba inhlela siyibuza ukuba phambili Noma kunzima siyo bambelela
Ithuku thuku zethu zisikhokhele
Hai (Yeah)
Hai impilo ayikho lula
Hai Kunzima emhlabeni
Kodwa angisoze ngayeka ukuthandaza mina (Ooh)
Hai impilo ayikho lula
Hai kunzima emhlabeni
Kodwa angisoze ngayeka
Ukutabalaza mina (Ooh)
Ngoba indoda ifela empini
Indoda ifela eweni Indoda i lala ilihlosile i kusasa layo (Ooh)
Ngizo quzuka ngizovuka Ngizo phikelela
Bangi jikijela ngamatse nkosi
Ooh sikelela
Kudeda ubumnyama ngivule indlela Ngifuna iphepha
Emhlabeni asiphili forever
Usaphila ntanga sebenza
Yinde lenhlela futhi inameva Ngiyashweleza baba
Sebafuna ukusiphephetha
Ama phupho ayafezeka
Ngethemba siyawelela
Awelele welele ikusasa alaziwa (Ooh)
Lifuna abakhaliphile vuka ndoda
Impilo ayikho lula
Kunzima emhlabeni
Kodwa angisoze ngayeka ukuthandaza mina (Ooh)
Hai, impilo ayikho lula neze
Hai, kunzima emhlabeni
Kodwa angisoze ngayeka
Ukutabalaza mina (Ooh)
Wozama wehluleka
Ungahluleki ekzama
Wozama wehluleka
Ungahluleki ekzama
Wozama wehluleka
Ungahluleki ekzama
Sthwelugodo olushungqintuthu
Aw thina sthwele kanzima
Sthwelugodo olushungqintuthu
Aw thina sthwele kanzima
Impilo ayikho lula
Kunzima emhlabeni
Kodwa angisoze ngayeka ukuthandaza mina (Ooh)
...
Its yo boy Teehlouw
Writer(s): Mashelela Ngubane
Lyrics powered by www.musixmatch.com