가사

Ubaba wami yena wayeshaya i-zamalek Wayeyishaya impela kuze kuse ekseni Ubaba wami yena wayeshaya i-zamalek Wayeyishaya impela kuze kuse ekseni Ethi kimi noma ngidakiwe ngiwu babakho wemntanami Noma ngiphuzile ngiwu babakho wemntanami Noma ngidakiwe ngiwu babakho wemntanami Noma ngiphuzile ngiwu babakho Emalunde Ehh emalunde ( Shuni Wenkabi) Ake ninginike ithuba ( Emalunde) Ngike ngikhulume ngobaba Unyoni kayiphumuli gama lentsizwa wayengithanda Ayy suka ngiyamkhumbula, noma ubaba wayeb'hlaba Asikaze salala singadlile umngena endlini wayewuphatha Baqinisile bathi kuyofa iyntsizwa kuyosala iy'bongo Phansi ema Xhoseni kuyofa iyntsizwa kuyosala iyntonga Sifike sidle ipapa umngena ndlini kuyosala iykhokho Efike ehamba phansi zamalek kulamule iyhlobo Ubaba ngiyamkhumbula wayevuka ngama vovo Liyaphuma liyashona ubaba isuthiswa idoko Athi sethintile ubaba uhambe ngamadolo Athi unyoko ngamlobola mina ngamkhiphela iynkomi Ubaba wayengakhohlwa ukuthi mfana wami ngiyakhuthanda Ephuma emthonjweni wenjabulo wathi ngiyihlo ngyak'zala Angidonse nge bhayisekile bese sigqoke ngokufana Ubaba wayephila nje mina akaze wangilahla Ubaba wami yena wayeshaya i-zamalek Wayeyishaya impela kuze kuse ekseni Ubaba wami yena wayeshaya i-zamalek Wayeyishaya impela kuze kuse ekseni Ethi kimi noma ngidakiwe ngiwu babakho wemntanami Noma ngiphuzile ngiwu babakho wemntanami Noma ngidakiwe ngiwu babakho wemntanami Noma ngiphuzile ngiwu babakho Emalunde K'semalunde emalunda mah Emalunde ( Ihela wayeland'emalundi) Baba noma usuphuzile kodwa ubusithanda Noma inhliziyo yam yona ibikhathala Kodwa uthando lwakho lona belinamandla ( Mandla) Amandla wakho ubungawavezi kithi Uthando lona obeludcwele kithi Mangithi phela ubusihlukumeza ngabe ngiqamba amanga phambi kobuso bakho Baba ngabe ngisegwe imithi abantu impela bamila iympondo emini Ngoba amanga lawo impela bamila iympondo emini Ngoba we Mbuyazi, ngoba we Mbuyazi Ubaba wami yena wayeshaya i-zamalek Wayeyishaya impela kuze kuse ekseni Ubaba wami yena wayeshaya i-zamalek Wayeyishaya impela kuze kuse ekseni Ethi kimi noma ngidakiwe ngiwu babakho wemntanami Noma ngiphuzile ngiwu babakho wemntanami Noma ngidakiwe ngiwu babakho wemntanami Noma ngiphuzile ngiwu babakho Emalunde Ehh emalunde, emalunde Source: Lyric Find
Writer(s): Lindokuhle Mnqobi Msimango Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out