album cover
Uthando
album cover
Uthando은(는) {albumName} 앨범에 수록된 곡으로 2022년 8월 12일일에 UME - Global Clearing House에서 발매되었습니다.The Best Africa Album In The World...Ever!
Released2022년 8월 12일
라벨UME - Global Clearing House
BPM
멜로디에 강한 음악
어쿠스틱 악기 중심
발랑스
춤추기 좋은 음악
에너지

가사

[Intro]
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth'inkomo, awu we baba
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth'inkomo, awu we baba
[Verse 1]
Zangen' inkomo kwaKhumalo
Awu isiyemeyem
Awu, yelele babo
Uyathath' umakoti namhlanje
Awu isiyemeyem
Awu, yelele babo
[Verse 2]
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth'inkomo, awu we baba
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth'inkomo, awu we baba
[Verse 3]
Bamenyiwe bonk' omakhelwane
Kuzokikizwa, kikizwa laph'ekhaya
Bakhona bonke nabomndeni
Uthando namhlanje lungumanqoba
[Verse 4]
Ngithol' indoda emadodeni
S'thandwa senhliziyo yam
Wangenz' umuntu namhlanje
Awu yelele
Ngibizw' umakoti namhlanje
Awu isiyemyem
Awu, yelele babo
[Verse 5]
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth'inkomo, awu we baba
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth'inkomo, awu we baba
[Verse 6]
Awu yeyeni, ngathol' umendo namhlanje
Bajabul' abakithi namhlanje
Awu yeyeni, ngathol' umendo namhlanje
Bajabul' abakithi namhlanje
[Verse 7]
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth'inkomo, awu we baba
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth'inkomo, awu we baba
[Verse 8]
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth'inkomo, awu we baba
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth'inkomo, awu we baba
[Outro]
Seng'ze ngathol' uthando, oh
Mkhwenyana leth'inkomo
Seng'ze ngathol' uthando, mmh
Mkhwenyana leth'inkomo
Written by: Kelly Khumalo, M. Thebe
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...