album cover
Izimpi (feat. Sjava)
7,333
힙합/랩
Izimpi (feat. Sjava)은(는) 앨범에 수록된 곡으로 2021년 8월 27일일에 1020 Cartel에서 발매되었습니다.3310 - EP
album cover
앨범3310 - EP
발매일2021년 8월 27일
라벨1020 Cartel
멜로디에 강한 음악
어쿠스틱 악기 중심
발랑스
춤추기 좋은 음악
에너지
BPM89

크레딧

실연 아티스트
Sjava
Sjava
보컬
Anzo
Anzo
실연자
프로덕션 및 엔지니어링
Vuyo Manyike
Vuyo Manyike
프로듀서

가사

[Verse 1]
Nhliziyo zibovu zifana negazi
Obaba bafela empini sisebencane
Nhliziyo zibovu zifana negazi
Obaba bafela empini sisebancane
Kwake kwakhala inganono
Kwakhala inganono
Kwakhala inganono
Kwakhala inganono
Kwavalwa ngehlahla!
Wemf'wethu kuyokhala inganono
Kuyokhala inganono
Kuyokhala inganono
Kyokhala inganono
Kuvalwe ngehlahla!
Izimpi zombango
(Zasibuyisela emuva wendlu emnyama)
Izimpi zombango
(Zasibuyisela emuva wendlu emnyama)
[Verse 2]
Nkabi yam mas'uthinta ezezimpi ngyathunukala
Kvuk' ulaka
Kshuthi selifice nathi izukulwane
Okush ukuthi namanj' akukabibikho okuguqukayo
Ama tribe asalwela uNumber one kweyithuthukayo
[Verse 3]
Angisayiphathi eyamapolitiki yavusa enkulu impi
Uk'hlukaniswa kwama party kwahlukanisa isizwe
Bathi Abanye kunokuthi sizwe ngani ngamane silwe
INyembezi zawela phansi kwamanzi lashon ipiki
[Verse 4]
Obaba bashona sisebancane
Obaba bashona bafel abanye
Ulaka lasithola sisebancane
Abanye abakhula basebancane
Nabany ababefisa babeswel amandla
[Verse 5]
Sicel uk'khanyiselwa kulendl' emnyama
Sicela nikhiph ukunyanyana kulendl' emnyama
Sicel ofak' ulaka la ezolilanda
Ngibon umuntu omnyama ehleli phez komnyama
[Verse 6]
Nhliziyo zibovu zifana negazi
Obaba bafela empini sisebencane
Nhliziyo zibovu zifana negazi
Obaba bafela empini sisebancane
Kwake kwakhala inganono
Kwakhala inganono
Kwakhala inganono
Kwakhala inganono
Kwavalwa ngehlahla!
Wemfwethu kuyokhala inganono
Kuyokhala inganono
Kuyokhala inganono
Kyokhala inganono
Kuvalwe ngehlahla!
Izimpi zombango
(Zasibuyisela emuva wendlu emnyama)
Izimpi zombango
(Zasibuyisela emuva wendlu emnyama
[Verse 7]
Njalo mangibhek emuva ngyazibuza ukuthi ngabe sasilwelan
Ngabe sasilweni
Ukube sakhetha ukbambisana ngabe sakhelana
Ngabe sacebsana
Yaz ngabe sasekana
Awucabange nje endlini emnyama ngabe kse Canaan
[Verse 8]
Bheka manje phuma eHostela nje uyolwela iparty
But mayime kahle igama leHostela nje ayiliphathi
Ake Sithi ke kyenzeka iParty yakho ihole icountry
Ucathi labantu owawubalwisa bazoxoshwa kwi country?
[Verse 9]
Cha coz ukungazwani kwethu kubulala thina
Omunye umuntu engakhetha ukungaqashi kunokfaka mina
Sikhetha ukjabulisa abantu abazama uk'xabanisa thina
Kanti masingabambisana kungagcina kudlondlobala thina
[Verse 10]
Kuyoba nini nje sibulalana sodwa
Abantu bakithi beflathelana bodwa
Nowazi indlela senqab ukuyikhomba
Sibulalana endaweni yokwenza imali yokondla
[Verse 11]
Nhliziyo zibovu zifana negazi
Obaba bafela empini sisebencane
Nhliziyo zibovu zifana negazi
Obaba bafela empini sisebancane
Kwake kwakhala inganono
Kwakhala inganono
Kwakhala inganono
Kwakhala inganono
Kwavalwa ngehlahla!
Wemfwethu kuyokhala inganono
Kuyokhala inganono
Kuyokhala inganono
Kyokhala inganono
Kuvalwe ngehlahla!
Izimpi zombango
(Zasibuyisela emuva wendlu emnyama)
Izimpi zombango
(Zasibuyisela emuva wendlu emnyama)
Written by: Andile Ngubeni, Jabulani Makhubo, Vuyo Manyike
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...