album cover
Date
24,001
Hip-Hop/Rap
Date은(는) {albumName} 앨범에 수록된 곡으로 2022년 9월 16일일에 Takers Paradise Entertainment (Pty) Ltd.에서 발매되었습니다.Plans Change EP
album cover
발매일2022년 9월 16일
라벨Takers Paradise Entertainment (Pty) Ltd.
언어English
멜로디에 강한 음악
어쿠스틱 악기 중심
발랑스
춤추기 좋은 음악
에너지
BPM96

뮤직 비디오

뮤직 비디오

크레딧

작곡 및 작사
Gift Nkosi
Gift Nkosi
작사가 겸 작곡가
Vumisa Nduli
Vumisa Nduli
작사가 겸 작곡가

가사

Hey!
Hey, woza ngikukhiphe, baby
Baby, baby
Woza ngikukhiphe, dali (Oh)
Awu Dali
Kudala unami
Uwa uvuka nami
Ungubambo lwami
Awu baby khawungibambe
Hey, woza ngikukhiphe, baby
Baby, baby
Woza ngikukhiphe, dali (Oh)
Awu Dali
Kudala unami
Uwa uvuka nami
Ungubambo lwami
Awu baby khawungibambe
Yeah, baby unga-Order noma Yini
Ngoba uyiphara lenhliziyo yami
Ngizokuthengela iSpaza, ube uMy Friend
Uzokhona ukuzimela
Ube nemali yakho
Kade ngithi ngiyaziqinisa
Kanti uzongibimbisa
Ngazifela ngawe Mafinitha
Ayi noor ngiyavuma
Wadlaya, Masingita
Njalo mangikubona ngiyangingiza
K'dala sijola mabhebheza (K'dala unami)
Ngingena lutho manje ngiyasebenza
(Kodwa uthando lwakho)
Awukaze wangithengisela
Ingakho makufika kuwe imali ngiyidedela
Ayi phela wena uSpecial
Ngazibonela wena akekho owangikhethela
Angeke bangitshele ukuthi ngikuyeke ke ke
Hey, woza ngikukhiphe, baby
Baby, baby
Woza ngikukhiphe, dali (Oh)
Awu Dali
Kudala unami
Uwa uvuka nami
Ungubambo lwami
Awu baby khawungibambe
Hey, woza ngikukhiphe, baby
Baby, baby
Woza ngikukhiphe, dali (Oh)
Awu Dali
Kudala unami
Uwa uvuka nami
Ungubambo lwami
Awu baby khawungibambe
Yonke indawo la sihamba khona singondabuzekwayo
(Iyooh) kanti thina sifelani?
Akekho ongazi ngathi
Kwazi ngisho nezinja zikamakhelwane
Hey, abantu abayivali imilomo
Bathi bayabuqabuka lobudlelwano
Kanti umona thina sidlelwani
Hey, sidlelwani
Hey, noma bekungaphela okuhlangenwe ngakho
(And we cut off all communication)
We'd still find our way back to each other
That's all I know
(That's always been the situation)
They say find something that you love
And let it kill you
Mina ngizithandela wena
Angina issue
Bonke labantu abanake impilo yami
Kube ninaka umculo wami
Niyekele ukungitshela ukuthi uzongidlala
Ngoba mina ngimthanda enjalo (Umfazi wami lo)
Kanti basibangisani macala wami?
(Oh yeah)
Bamba isandla sami wena ungowami
(Oh yeah)
Yeah, umuntu u-blessed
I have no fear
Coz I know where I stand
Oh, yeah
Oh, yeah, oh yeah, oh yeah
Written by: Gift Nkosi, Vumisa Nduli
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...