뮤직 비디오

Kuseyimi Lo
{artistName}의 {trackName} 뮤직 비디오 보기

제공

크레딧

실연 아티스트
Senzo Khumalo
Senzo Khumalo
실연자
작곡 및 작사
Senzo Khumalo
Senzo Khumalo
송라이터

가사

Kuseyimi lo Simakade kuseyimi lo Ngake ngafika kuwe ngikhala Manje seng'zobonga Ngab'uyangibona na Kuseyimi lo Simakade kuseyimi lo Ngake ngafika kuwe ngikhala Manje seng'zobonga Ngab'uyangibona na Mhlamb'uzongikhumbula Ngafika kuwe ngimanikiniki Wangibamba wangigona Ngab'usangibona na Yimi lona wamsula inyembezi Lasebehlehle bonk'engibaziyo Yimina lona Baba yayaya Uyangibona na Kuseyimi lo Ngafika kuwe ngimanikiniki Kuseyimi lo oway'ekhal'inyembezi Sebemdelile, sebemhleka abantu Ngab'uyangibona sengibuya senginje Ngab'uyangibona sengimhlophe qhwa Ngab'uyangibona usuyiphendulil'imithandazo yami Kuseyimi lona Kuseyimi lona Ngab'uyangibona na Kuseyimina lona Simakade kuseyimi lona Owamenza wabamuhl'ezizweni Ingabe usangibona na Kuseyimina lona Kuseyimina owangigeza Ngabe uyangibona na Kuseyimi lona Simakade kuseyimi lona Ngake ngafika kuwe ngikhala Manje sengIzobonga Ngab'uyangibona na Kuseyimi lona Kuseyimi lona Ngab'uyangibona na
Writer(s): Senzo Last-boy Khumalo Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out