album cover
Inkinga
34
Afro-Pop
Inkinga은(는) 앨범에 수록된 곡으로 2025년 1월 31일일에 Ingonyama Entertainment에서 발매되었습니다.Isibani
album cover
앨범Isibani
발매일2025년 1월 31일
라벨Ingonyama Entertainment
멜로디에 강한 음악
어쿠스틱 악기 중심
발랑스
춤추기 좋은 음악
에너지
BPM59

뮤직 비디오

뮤직 비디오

크레딧

실연 아티스트
SmartBlack Mampondo
SmartBlack Mampondo
실연자
Shiwe Unathi Mthwazi
Shiwe Unathi Mthwazi
리드 보컬
Lucky Semenya
Lucky Semenya
샘플러
Innocent Mlungisi Nkandi
Innocent Mlungisi Nkandi
실연자
작곡 및 작사
Shiwe Unathi Mthwazi
Shiwe Unathi Mthwazi
작사가 겸 작곡가
프로덕션 및 엔지니어링
Novexbeats
Novexbeats
프로듀서

가사

(Iyeeeeeeeee)
(Yeyeyeyeyeee)
(Mmmm)
Langena lagamanxa enxiweni laDingani
Ibhunu layqali nkinga
Langena lagamanxa enxiweni laDingani
Ibhunu layqali nkinga
Oh madoda langene sbayeni
Kanti besfihli nduku emqubeni
Madoda langene sbayeni
Kanti besfihli nduku emqubeni
Madoda langene sbayeni
Kanti besifihli nduku emqubeni
Madoda langene sbayeni
Kanti besifihli nduku emqubeni
Ngiyinkiiiiinga
Madoda ngiyinkinga
Ngiyinkiiiiinga
madoda ngiyinkinga
Kwabhokodwi ndoda yakhala ngonina
Mpondo elimgqofuzekhaya konina
Bhalinkondlo umland uculwe kabusha
Ngyathunga ngesisho nesaga ngyalumba
Amagugu endabuko asathuna bathula
Abadala inkukhu yanqunywi shoba lokuphunga
Gqum washa nogwaja
Abantwana besmanje
Leyonganekwane abayazi
Abayazi bona
Abayazi bona
Abayazi bona
Uhlaleleni unonkala
Unonkala
Unonkala ngasemlanjeni
Uhlaleleni unonkala
Unonkala
Unonkala ngasemlanjeni
Langena lagamanxa enxiweni laDingani
Ibhunu layqali nkinga
Langena lagamanxa enxiweni laDingani
Ibhunu layqali nkinga
Oh madoda langene sbayeni
Kanti besfihli nduku emqubeni
Madoda langene sbayeni
Kanti besfihli nduku emqubeni
Madoda langene sbayeni
Kanti besifihli nduku emqubeni
Madoda langene sbayeni
Kanti besifihli nduku emqubeni
Ngiyinkiiiiinga
Madoda ngiyinkinga
Ngiyinkiiiiinga
madoda ngiyinkinga
Dilika dilika ntaba
Ngibonukukhanya ekhaya lobaba
Kube chosi kubehhele
Ntaba zeZalu uZulu zimjikele
BizuMampondo uFaku afakisandla
Amanguni aphelele
Zimkhothamele ke iynkonjane ezimhlophe
Zimgibisele ngeynjombane ezikhathele
Bezimgqihele
Izinsimbi zabelungu besizigqihele
Izinsimbi zabelungu besizigqihele
Izinsimbi zabelungu besizigqihele
Oh bake bazama
Ukungdudula abafana abancane
Baphela amandla
Oh bake bazama
Ukungdudula abafana abancane
Baphela amandla
Ngabizu Gwala
Ngabizu Pitso
Ngabizu Sbiya
Ngabubizu Langa
Ngabizu Gqweza
Ngabizu Bekwa
Walandu Semenya
Kwaphela bantu weee
Tsholo
Gumede
Sibalukhulu madoda
Kwaphela abantu wee
Written by: Shiwe Unathi Mthwazi
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...