album cover
Impi
2,519
Afro-Beat
Impi은(는) {albumName} 앨범에 수록된 곡으로 2026년 5월 15일일에 Umvelinqangi Music Group (Pty) Ltd에서 발매되었습니다.Impi - Single
album cover
가장 인기 있는
지난 7일
01:20 - 01:25
Impi은(는) 지난 주에 약 1 분 and 20 초 시점에에 가장 많이 검색된 곡입니다.
00:00
00:10
00:35
00:45
01:05
01:20
02:00
02:05
02:15
02:40
03:10
03:15
03:35
03:40
03:45
04:15
04:20
00:00
04:30

뮤직 비디오

뮤직 비디오

크레딧

실연 아티스트
Imacsoul
Imacsoul
실연자
Malusi Menzi Dlodlo
Malusi Menzi Dlodlo
리드 보컬
작곡 및 작사
Malusi Menzi Dlodlo
Malusi Menzi Dlodlo
작사가 겸 작곡가
프로덕션 및 엔지니어링
Dennis Mdluli
Dennis Mdluli
프로듀서
Pacifique Namahoro
Pacifique Namahoro
프로듀서
Hlaudi john Mathibe
Hlaudi john Mathibe
엔지니어

가사

IMPI Lyrics
(Impi)
Bathi iyey' iyey' yawoooo
(Impi baphaka impi)
Ey baphaka Impi bayalwa Bathi iyey' iyey' yawoooo
(Impi baphaka impi)
Aw nezayigawulwe zabekwa zabuna kungaliwanga ngazo
Icebo lika Mdali likhulu kunomona enhlizweni,
zayigawulwe zabekwa azange kuliwe ngazo icebo lika Mdali likhulu kunomona enhlizweni,
Ukuthanda umuntu angithande sithandane
Ngoba nakho akufiki nami
Pho kanti kuliwelani nami,
Impi ngeyani pho,
Ukuthanda umuntu angithande ngimthande
Ngoba nako akufiki nami
Pho kanti kuliwelani nami,
Ngoba Impi mayilwa naye naye naye
(Impi)
mayilwa naye ilwa nami,
(Impi)
Mayilwa naye naye naye
(Impi)
mayilwa naye ilwa nami,
(Impi)
Ayiliwa ngabuningi Impi yothando
Impi yami ngicela ukuyilwa naye yedwa,
Ayiliwa ngabuningi Impi yothando
Impi yami ngicela ukuyilwa naye yedwa,
Kuphila wena wedwa enhlizweni yami
Akekho omunye,
Impi yami nawe thembalami
Sesiyehlule,
Kuphila wena wedwa enhlizweni yami
Akekho omunye,
Impi yami nawe thembalami
Sesiyehlule,
Ngithi bayitshela ukuthi bangobani ukuthi bengangitshela ukuthi ngenzeni laba,
(Bangobani)
Ngoba uthando lungolwababili owes'thathu ungenaphi lapho,
Ngoba intozabantu ziyakhulumisa khulumani funda ukukhulumela izinto okungezakho,
Ngoba lomuntu engithanda mina Naye unezakhe izizathu, (haibo)
Mina enhlizweni yami ngithe ngena uhlale la babe ujabule ujule ungaphumi,
Noma ngingena bhodwe eliconsayo ongalilandela angeke uju lungaphumi,
Bekebekuthinte Ungafuni Umhlaba uyobamncane kakhulu,
Ngiyolwa kuphele konke kuphele amandla aseziphandleni ngawe ngiluhlaza angivuthwa,
Ngathi thula akoni ngalutho ukuthula ungabachazeli bazokusiza ngani abantu,
(Thula thula thula)
Ngathi thula akoni ngalutho ukuthula ungabachazeli bazokusiza ngani abantu,
Aw nezayigawulwe zabekwa zabuna kungaliwanga ngazo Icebo lika Mdali likhulu kunomona enhlizweni,
Zayigawulwe zabekwa azange kuliwe ngazo Icebo lika Mdali likhulu kunomona enhlizweni,
Iyalwa yini Impi mayilwa naye eehh ilwa nami,
Athi iyalwa yini
Yathi iyey' yey iyawooo
Lokhe ningibuza Kuthi why?
Ngimthandile mina,
Mhla sifasa lelifindo lothando naningekho nanifasa amanqina enyathi,
lokhu ningibuza,
Nithi why! Why nithi why?
Niyaqina nina,
Eyami intombi isinda igceke lonke
I don't need no weights ngijimile mina,
Ngeke ningiqhelise kuye,
Kuye ngigijima okudlula oPule,
Mangimbambile ukhala ngathi umosquito okhulelwe,
Ukufa kuyonifica senafa
Ngoba umona uyoba usunibulele,
Ngiyazi anithandi nifisa ngabe kudala sahluleka,
Abasayinaki indaba zabo
Yikho okweza bebhayizela noma kubani,
Mina ngeke ngibayeke,
Komane kufe ofayo makufa ofayo
ngiyobamela bewu 3 bewu 4 bewu 5,
Mina angeke nginiyeke laba,
Kuphila wena wedwa enhlizweni yami
Akekho omunye,
Impi yami nawe thembalami
Sesiyehlule,
Kuphila wena wedwa enhlizweni yami
Akekho omunye,
Impi yami nawe thembalami
Sesiyehlule,
The End
Written by: Malusi Menzi Dlodlo
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...