album cover
Ngiyahamba
album cover
Ngiyahamba은(는) {albumName} 앨범에 수록된 곡으로 2026년 6월 19일일에 Our Way Music에서 발매되었습니다.Vusimpilo - EP
2026년 6월 19일
라벨Our Way Music
BPM76
멜로디에 강한 음악
어쿠스틱 악기 중심
발랑스
춤추기 좋은 음악
에너지

가사

Khuphuka njalo njalo
Njalo njalo
Njalo.
Ng’yahamba
Ng’yahamba
Ng’yahamba
Ng’yahamba
Ngisajik’ emazweni mina,
Ngizobuya.
Bangibiz’ emazweni mina,
Bathi ngizocula.
Ng’yahamba
Ng’yahamba
Ng’yahamba mina,
Ng’yahamba wema.
E-UK kuthiwa kunezihlobo
Melika bathi impil' incono
Lapha ngaphandle kuthiwa kunezibongo
Kugcwel' imindeni efana nathi uqobo.
Ubandlululo lugcwele lan' ekhaya
Kuthiwa ngaphandle ukwazi ukuyikal' inzondo.
Impilo zabo zicwil' emafutheni
zicwil' emafutheni
Impilo zabo zicwil' emafutheni
YiSunoil,
Ubuso babo bu-glitter okwegolide
Umoya wabo
Umoya wabo muhle
Yilamajub' amhlophe.
Ngisajik’ emazweni mina,
Kodwa ngizobuya
Bangibiz’ emazweni mina,
Bathi ngizocula.
Ng’yahamba
Ng’yahamba mina
Ng’yahamba mina,
Ng’yahamba mina.
Ngisajik’ emazweni mina,
Kodwa ngizobuya
Bangibiz’ emazweni mina,
Bathi ngizocula.
Ng’yahamba
Ng’yahamba mina
Ng’yahamba mina,
Ng’yahamba mina.
...
Written by: Nkululeko Ntshangase
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...