Songteksten

Uwoha [Mina ng'yafunga wena ntomb' yami Uzolala weeedwa Ngeke ng'buye khona namhlanje 'zolala weeedwa ] [Mina ng'yafunga wena ntomb' yami Uzolala weeedwa Ngeke ng'buye khona namhlanje 'zolala weeedwa ] {247 My Love 247... Ngeke Ng'buye khona namhlanje 247...} ehh Dont get me wrong weMah weh Im not trying to run away Ng'yobhek' amajita nje k'phela Sikhuhlu tshwala kus' ekseni 'Ngene Clubin' Gazi lashukuma Ingane 'Ypakile la Ngfungu Mah Mina angkaze ngay'bon nte nje Kona ngyay'qala mini 'nte nje Bafana betheku bath' uLit Lento ay'ngazi ngakithi Ngay' gcina k'gcagcelw' uDlamini Say'bhidla kwaze kwase k'seni Mina Ngzange Ngiy'bon' ntwe nje Mina Ngzange Ngiy'bon' nte nje *Chorus* [Mina ng'yafunga wena ntomb' yami Uzolala weeedwa Ngeke ng'buye khona namhlanje 'zolala weeedwa ] [Mina ng'yafunga wena ntomb' yami Uzolala weeedwa Ngeke ng'buye khona namhlanje 'zolala weeedwa ] {247 My Love 247... Ngeke Ng'buye khona namhlanje 247...} Patile pati le As'dlale umacashelana k'hlwile ntombi Ngeke abon' uMah Ngeke abon' uMama wekhaya Mayebonile Ng'yasaba Phela lana ng'shad' uhlanya Zovele athi Ak'phele lomshado K'phele lomshado Mina ngikaze ngaybon 'nte nje kona ngyay'qala mini 'nte nje We Ntombi ngibambe weh mina ngyacela ngibambe weh Mina 'ngzange ngiy'bon nte nje Mina 'ngzange ngiy'bon nte nje *Chorus* [Mina ng'yafunga wena ntomb' yami Uzolala weeedwa Ngeke ng'buye khona namhlanje 'zolala weeedwa ] [Mina ng'yafunga wena ntomb' yami Uzolala weeedwa Ngeke ng'buye khona namhlanje 'zolala weeedwa ] {247 My Love 247... Ngeke Ng'buye khona namhlanje 247...} {247 My Love 247... Ngeke Ng'buye khona namhlanje 247...}
Writer(s): Lindokuhle Mqobi Msimango Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out