album cover
John
album cover
John werd uitgebracht op 11 november 2022 door 2022 Rapture Entertainment als onderdeel van het album John - Single
11 november 2022
Label2022 Rapture Entertainment
BPM
Melodische kwaliteit
Akoestiek
Valence
Dansbaarheid
Energie

Songteksten

Bayangibuza
ng'funani kuwe?
Ngoba aw'namali
Mhhhhhm
Bayangibuza
ng'bonani kuwe?
Ngoba aw'namoto
Mhhhhhhhmmmm
Phela bathi ingwe
idla ngamabala
Kodwa wena
Aw'nalutho
Mhhhhhmmm
Bengasikhuluma
khuluma khuluma
Kodwa mina
Ng'khethe wena
Awww mayeee
(yeeee)
Iskibha sa John
Sbhalw' u7
Siyangichaza
Iskibha sa John
Sbhalw' u7
Siyangichaza
Wang'bamba kanjan'
wathint inhliziyo yami
Wang'bamba kanjani
weeee
wathint inhliziyo yami
You see
The fire we make
Ungenza ng'hlale
Ngi happy
Whuuuuuuuh
Angiboni
Ng'thanda omunye
(ng'thand omunye)
Ngaphandle kwakho
(ngaphandle kwakho)
Daliiii (daliiii)
Kuqala la
Kuphelela la
Dali
Sofa s'lahlane (yeeaah)
Kuqala la
Kuphelela la
Mina nawe
(mina nawe)
Sofa s'lahlane
Iskibha sa John
Sbhalw' u7
Siyangichaza
Iskibha sa John
Sbhalw' u7
Siyangichaza
Wang'bamba kanjan'
wathint inhliziyo yami
Wang'bamba kanjani
weeee
wathint inhliziyo yami
We baby
Soka lami
Ngyaz awunalutho
Kodw' mina (usungowami)
Mhhh ngyay'fela
Ngithi ngyay'fela yeee
Ngyay'fela soka lami
Ngyay'fela (wena usungowami)
Iskibha sa John
Sbhalw' u7
Siyangichaza
Iskibha sa John
Sbhalw' u7
Siyangichaza
Wang'bamba kanjan'
wathint inhliziyo yami
Wang'bamba kanjani
weeee
wathint inhliziyo yami
Written by: Sandy Majola
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...