Songteksten

Nom' ungahamba Uzobuya Sthandwa sami Nom' ungahamba Uzobuya Sthandwa sami Ngamthanda ngiqal' ukumbon' uLove Ngavele ngachazeka, ngacel' ukumnika uthando lwami Sasihappy, befuna ukufana nathi Kodwa manje ungishiyile Wena wathembisa dali Wath' angeke ungishiye Ungibukisa nomakhelwane Ujabulisa izitha zami Ohho, hho, hho Uzobuya Nom' ungahamba Uzobuya Sthandwa sami Nom' ungahamba Uzobuya Sthandwa sami Chabo bo, chabo bo, chabo bo, chabo bo Angiyivumi lendaba Wobuya Themba lami Wahamb' elikanowa ijuba Chabo bo, chabo bo, chabo bo, chabo bo Angiyivumi lendaba Wobuya Themba lami (buya) Wahamb' elikanowa ijuba (buya) Izinto azihambanga kahle Eminyakeni edlulile Kodwa noma kunjalo sthandwa sami Wena ungikhethile (hlala nami) Wahlala nami (hlala nami) Wahlala nami (hlala nami) Nom' ungahamba Uzobuya (uzobuya) Sthandwa sami (sthandwa sami) Nom' ungahamba (nom' ungahamba) Uzobuya (uzobuya) Sthandwa sami (aha ha ham) Nom' ungahamba (hamba) Uzobuya (uzobuya sthandwa sami) Sthandwa sami (sthandwa sami) Nom' ungahamba (nomungahamba) Uzobuya (uzobuya) Sthandwa sami (sthandwa sahahaham)
Writer(s): Mkhungo Melokuhle, Sanele Ngcobo, Sandile Hlophe, Magcaba Ntokozo, Phelelani Sithole, Prince Bulo Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out