Songteksten

Athi uthando luyabekezela Futhi uthando lona (lumnene) Bathi uthando, aluziphakamisi Futhi uthando (luyavikela) Ngithanda konke ngawe Futhi ngiyabon' uthando ngawe Impilo yakho, impatho yakho Ingakho ngithi Angifuni lutho ngawe, noma bengathini ngawe Ngithanda wena sthandwa sami Angifuni lutho ngawe, noma bengathini ngawe Ngikhetha wena sthandwa sami, ngifuna wena wedwa Sengimtholil' engizophila naye, impilo yami yonke Ngicabanga ngay' ubusuku nemini Ngiyamthanda, angifuni lutho ngaye (Nguye kuphela ongilethel' injabulo) Angifuni lutho ngaye (angifuni lutho ngawe) Noma bengathini Ngikhetha wena sthandwa sami (nguwe k'phela ongilethel' injabulo) Angifuni lutho ngawe (angifuni lutho ngawe weh) Ngikhetha wena sthandwa sami (ngikhetha wena sthandwa sami) Ngifuna wena wedwa thath' uthando lwami (thatha thatha) Ngikunika lona (oh,oh) ungubambo lwami (hahahayi) Ngithi thatha (thatha thatha) thath' uthando lwami (Hey yeyeye) ngikunika lona (oh yeh) ulubambo lwami Thatha thatha thatha Ngithanda konke ngawe, futhi ngibon' uthando ngawe Impilo yakh' impatho yakho oh ingakho ngithi Angifuni lutho ngawe, angifuni lutho ngawe Ngoba wena sthandwa sami (ngoba wena sthandwa sami) Dali wami (angifuni lutho ngawe) sthandwa sami Ngikhetha wena sthandwa sami (nguwe kuphela) Ulubambo lwami (thatha) ngikunika lona (oh) (Oh) ulubambo lwami (yih) ngithi thatha Thath' uthando lwami (yey hey) ngikunika lona (Yeye) ulubambo lwami (thatha thatha) Angifuni lutho ngawe (angifuni lutho ngawe) Khetha wena sthandwa sami (Oh uuuh) angifuni lutho ngawe (Angifuni lutho ngawe) ngikhetha wena sthandwa sami Ngifuna wena wedwa
Writer(s): Robinson Malinga, Nontlantla Mafikizolo Nciza, Mojalefa Gilbert Thebe Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out