album cover
Azishe
album cover
Utwór Azishe został wydany 20 września 2019 przez Platoon jako część albumu Isphithiphithi
Released20 września 2019
WytwórniaPlatoon
BPM95
Melodyjność
Akustyczność
Valence
Taneczność
Energia

Tekst Utworu

[Verse 1]
Izwe bafethu izwe bafethu
Elifunekayo
Kudala bafethu kudala bafethu
Sifunana nalo
Kwenzeka kanjani
Uthi umuntu omnyama
Azalwe enganalutho
Aw ngeke bafethu ngeke bafethu
Ayikho into enjalo
[Verse 2]
Ngithi mama kaMarikana
Mama kaMarikana
UMarikana ubhema insango
Emva kwendlu
Aw ngabe kuya ngami mama
Ngabe ngibhema naye
[Verse 3]
Ngithi mama kaMarikana
Mama ka Marikana
UMarikana ubhema insango
Emva kwendlu
Aw ngabe kuya ngami mama (Woo)
Ngabe ngibhema naye
Ngabe ngibhema naye
[Verse 4]
Khona ngizokwazi ukukhohlwa
Amanyala engiwabona everyday
Khona ngizokwazi ukukhohlwa
Amanyala engiwabona everyday
[Verse 5]
Ngizothi baby azishe (Zishe)
Azishe (Zishe)
Zishele abazibhemayo
Ngizothi baby azishe (Zishe)
Azishe (Zishe)
Zishele abazibhemayo (Zishele abazibhemayo)
Ngizothi baby azishe (Zishe)
Azishe (Zishe)
Zishele abazibhemayo
Ngizothi baby Azishe (Zishe)
Azishe (Zishe)
Zishele abazibhemayo(Zishele abazibhemayo)
[Verse 6]
Ngoba izwe izwe izwe izwe izwe izwe
Labokhokho
Ngoba izwe izwe izwe izwe izwe izwe
Labokhokho
[Verse 7]
(Weh weh weh)
Kudala sifukuza
Awu...tholakali umhlaba (Woo)
(Weh weh weh)
Kudala sifukuza
Awu...tholakali umhlaba (Woo)
(Weh weh weh)
Kudala sifukuza
Awu...tholakali umhlaba (Woo)
(Weh weh weh)
Kudala sifukuza
Awu...tholakali umhlaba (Woo)
[Verse 8]
Awu...tholakale umhlaba (Woo)
Awu...tholakale umhlaba (Woo)
Awu...tholakale umhlaba (Woo)
Awu...tholakale umhlaba (Woo)
Written by: Samkelo Leletu Mdolomba
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...