album cover
Umendo
3977
Afro-Pop
Utwór Umendo został wydany 31 lipca 2020 przez Sound African Recordings jako część albumu Imvula Mlomo
album cover
Data wydania31 lipca 2020
WytwórniaSound African Recordings
Melodyjność
Akustyczność
Valence
Taneczność
Energia
BPM96

Teledysk

Teledysk

Kredyty

PERFORMING ARTISTS
Aubrey Qwana
Aubrey Qwana
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Aubrey Qwana
Aubrey Qwana
Composer, Lyrics
PRODUCTION & ENGINEERING
Siyabonga Mkhize
Siyabonga Mkhize
Producer

Tekst Utworu

Ingane kamalume ngalela langa ibigcagca Mama
Ngisho nodade wethu omncane naye usewashada
Nami ngicela umendo

Mhlampe idlozi lingflathele lingflathele
Mhlampe idlozi lingflathele
Mhlaphe mina nginebhadi
Thiwa isina mumva liyobukwa
Mina ngiyobukwa nini
Iminyaka ihambile
Ikhalenda ngiyqedile
Iminyaka ihambile
Ikhalenda ngiyqedile
Sebengbiza ngamagamanyana lakhaya
Thiwa mina ngaloywa, ngathakathwa
Ooh kodwa yini awu mesiya wami
Ingane kamalume ngalela langa ibigcagca Mama
Ngisho nodade wethu omncane naye usewashada
Nami ngicela umendo
Nami ngicela umendo
Nami ngicela umendo
Nami ngicela umendo
Ingane kamalume ngalela langa ibigcagca Mama
Ngisho nodade wethu omncane naye usewashada
Nami ngicela umendo
Nami ngicela umendo
Nami ngicela umendo
Nami ngicela umendo
Awu ngithi hhayibo hhaybo hhaybo hhaybo
Mina angifune mjolo ngifun'umshado
Isibaya somile kukhala ibhungezi,
Ithawula balahlile
Sebengibiza isikorhobo ekhaya
Isibaya somile kukhala ibhungezi,
Ithawula balahlile
Sebengibiza isikorhobo ekhaya
Awe mganwami awungilamlele uphuthume
Ekhaya unglobole inkomo zakho ngizokubuysela
Seng'khathele umalume engshwab'lela
Ingane kamalume ngalela langa ibigcagca Mama
Ngisho nodade wethu omncane naye usewashada
Nami ngicela umendo
Nami ngicela umendo
Nami ngicela umendo
Nami ngicela umendo
Ingane kamalume ngalela langa ibigcagca Mama
Ngisho nodade wethu omncane naye usewashada
Nami ngicela umendo
Nami ngicela umendo
Nami ngicela umendo
Nami ngicela umendo
Ingane kamalume ngalela langa ibigcagca Mama
Ngisho nodade wethu omncane naye usewashada
Nami ngicela umendo
Nami ngicela umendo
Nami ngicela umendo
Nami ngicela umendo
Ingane kamalume ngalela langa ibigcagca Mama
Ngisho nodade wethu omncane naye usewashada
Nami ngicela umendo
Nami ngicela umendo
Nami ngicela umendo
Nami ngicela umendo
Written by: Aubrey Qwana
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...