Teledysk
Teledysk
Kredyty
PERFORMING ARTISTS
Imacsoul
Performer
Malusi Menzi Dlodlo
Lead Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Malusi Menzi Dlodlo
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Dennis Mdluli
Producer
Tekst Utworu
Lyrics
Aw welele (iyelele)
Hook
(Aw uyeye)
Angisafuni Inkinga
Angisafuni Inkinga,
Ngifuna umaqondana mina ophelele -
Ngifuna umaqondana wami,
Angisafuni Inkinga
Ngixoleleni bo angisafuni Inkinga mina,
Ngifuna umaqondana mina ophelele -
Ngifuna umaqondana wami,
(Awee iyee yeeee) - Inkinga
(Awee iyee yeeee) - Inkinga
(Heeyey)
*Verse 1*
Mina ngifuna intombi ezothwala iduku,
Ezovuka inike uMma ukudla,
Engiyothi mangishelelela ingivuse,
Ithi vuka sthandwa sam uyibuthe,
Ngithi mangithule ithi babe khuluma,
Ithi ukudlalisa amehlo ibivala umnyango,
Ingilalele umangikhuluma - ingihloniphe i-understende
Angisafuni Inkinga mina
Ayingixolele angisafuni Inkinga mina,
Ngifuna umaqondana mina ophelele - (ithembalami)
Ngifuna umaqondana wami,
Ngifuna umaqondana mina ophelele - (ithembalami)
Ngifuna umaqondana wami,
Angisafuni inkinga
Angisafuni inkinga
(Awee iyee yeeee)
Angisazithandi - Inkinga
(Awee iyee yeeee)
Angisazithandi- Inkinga
(Heeyey)
*Verse 2*
Heii ngifuna umuntu oyoba nami -
Mhla ngihluphekile,
Ngisho umuntu oyoba nami mhla ngiyinkabi nginemali eningi,
ngisho umuntu oyoba nami -
Mhla ngihluphekile,
Ngisho umuntu oyobala -
mhla ngiyinkabi nginemali eningi,
Ngisho umuntu oyoke ahlale phansi angibonise,
Mangingenalutho athi ngikhona mina,
Umuntu oyongithanda ngalothando lweqiniso -
Ngibe uMazwakhe abe uZolile,
Azongivulela indlela, (eish)
Aqonde ukuthi isimo sami mina sinjena,
Ngifuna umuntu ozokwazi ukuthi -
Angisafuni Inkinga mina,
Aqonde angisafuna Inkinga mina,
Ngifuna umaqondana mina ophelele - (ithembalami)
Ngifuna umaqondana wami,
(Umuntu wam lana)
Angisafuni Inkinga
Ngixoleleni bo ngisafuni Inkinga mina
Ngifuna umaqondana mina ophelele - (ithembalami)
Ngifuna umaqondana wami,
(Awee iyee yeeee)
Angisazithandi - Inkinga
(Awee iyee yeeee)
Angisazithandi - Inkinga
(Heeyey)
Written by: Malusi Menzi Dlodlo


