Podobne Utwory
Kredyty
PERFORMING ARTISTS
Matshikos
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Daniel N Tshanda
Composer
Ivory Sikepe
Songwriter
Tekst Utworu
Ngeke ngifune impumelelo
Ngeke ngifike nababantu
Kodwa ngizozama kodwa ngiyizamela mh hm
Ngoba omunye uzokutshela lokho
Nalona ek'tshele loku
Uzogcina usele wedwa wena
Ngoba omunye uzokutshela lokho
Nalona ek'tshele loku
Uzogcina usele wedwa wena
Ngoba uzothi bayakuthanda
Kanti bayaluma bayapholisa
Ah wuyeye
Ngoba uzothi bayakuthanda
Kanti bayaluma bayapholisa
Ah wuyeyeni webakithi
Ho wemama
Noma indlela inameva ngizothandaza
Noma indlela inameva ngizothandaza
Noma indlela inameva ngizothandaza
Noma indlela inameva ngizothandaza
Noma indlela inameva ngizothandaza
Noma indlela inameva ngizothandaza
Nifuna ngikhulume ngithini na
Ingabe kuxolwa izono emhlabeni hawu
Nifune ngikhulume ngithini na
Ingabe kuxolwa izono emhlabeni hawu
Hawuyeyeni hawuyeyeni webakithi
Anithandi ukubona abantu bezwana
Niyajabula ukusibona sesihlukene
Kodwa ngeke nilunge manje ngekenilunge
Niyajabula ukusibona sesihluphene
Kodwa ngeke nilunge manje ngekenilunge
Awuyeyeni
Noma indlela inameva ngizothandaza
Noma indlela inameva ngizothandaza
Noma indlela inameva ngizothandaza
Noma indlela inameva ngizothandaza
Noma indlela inameva ngizothandaza
Noma indlela inameva ngizothandaza
Yini yini yini yini awu yini ngalaba bantu mama
Yini yini yini yini awu yini ngalaba bantu mama
Wo wo wo wo wo wo
Noma indlela inameva ngizothandaza
Noma indlela inameva ngizothandaza
Noma indlela inameva ngizothandaza
Noma indlela inameva ngizothandaza
Noma indlela inameva ngizothandaza
Writer(s): Daniel Tshanda
Lyrics powered by www.musixmatch.com