album cover
Thatha
972
World
Utwór Thatha został wydany 14 lutego 2023 przez Sabelo Mthembu jako część albumu Thatha - Single
album cover
Data wydania14 lutego 2023
WytwórniaSabelo Mthembu
JęzykEnglish
Melodyjność
Akustyczność
Valence
Taneczność
Energia
BPM107

Teledysk

Teledysk

Tekst Utworu

Lal' esifubeni sam'
Lalel' inhliziyo yam'
Inyenyez' igama lakho
Ithi ngena kuvuliwe
Ngiphosa amehlo am'
Ngenkathi sihlangana
Ngingalaz' ikusasa
Kodwa ngikade ngil'lindele
Thatha
Indawo yakh' enhlizweni yam'
Thatha lendawo ngeyakho
Ilungele wena
Ngibonga ngokungithanda
Ngibonga ngokungithoba
Wathumb' inhliziyo yam'
Wangenz' indod' emadodeni
Oh mina ngizimisele
Ukwenyuk' intaba nawe
Sakh' umkhumbi njengo Noah
Sikhusel' imfuyo yethu
Thatha
Indawo yakh' enhlizweni yam'
Thatha lendawo ngeyakho
Ilungele wena
Thatha
Thatha ngiyakunika
Mus' ukungabaza
Mmmm
Oh thatha
Thatha ngiyakunika
Thatha ngiyakunika oh
Thatha ngiyakunika wena oh
Mus' ukungabaza
Thatha ngiyakunika
Thatha ngiyakunika oh
Thatha ngiyakunika wena oh
Mus' ukungabaza
Thatha ngiyakunika
Mus' ukungabaza
Oh thatha ngiyakunik'
Mus' ukungabaza
Written by: Sabelo Siphelele Mthembu
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...