album cover
album cover
Utwór Lindiwe został wydany 28 listopada 2005 przez Gallo Record Company jako część albumu The Best of, Vol. 2
28 listopada 2005
WytwórniaGallo Record Company
BPM103
Melodyjność
Akustyczność
Valence
Taneczność
Energia

Tekst Utworu

Uyazi ukuthi ngiyakuthanda
Ngasosonke isikhathi
Uyazi ukuthi uyangishiya s'thandwa
Lindiwe s'thandwa Lindiwe
Ngitshele ukuthi nawe uyangithanda
Lindiwe s'thandwa ngikhohlise
Akukho nomuntu oyedwa lapha emhlabeni (haaa)
Othe wena uyangikhohlisa Lindiwe (haaa)
Ngitshelwa yimizwa yami ukuthi (haaa)
Uthando alusekho (haaa)
Lindiwe mtakwethu Lindiwe mama
Ngitshele ukuthi nawe uyangithanda
Lindiwe ma ma ma mtakwethu s'thandwa ngikhohlise
Kuyinto enhle kakhulu uma abantu bethandana (haaa)
Kodwa wena umawuzibona njengenhlanzi emanzini (haaa)
Noma ngaphandle kwamanzi (haaa)
Lindiwe umawusangithanda sondela ngikuqabuze
Lindiwe Lindiwe s'thandwa mama
Ngitshele ukuthi usangithanda
Lindiwe mtakwethu ngikhohlise mama
Written by: Jacob Mpharanyane Radebe
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...